Ngosuku lapho zonke izinto zavuswa khona, Ngeza phakathi kwabantu, ngachitha izinsuku nobusuku obumnandi nabo. Kulapha kuphela lapho umuntu ezwa kancane ngokufinyeleleka Kwami, futhi njengoba ukuhlangana Kwami nabo sekuvama, ubona okunye kwalokho enginakho nengiyikho—ngalokho, uzuza ulwazi oluthile Ngami.
31.12.17
Isahluko 29
Ngosuku lapho zonke izinto zavuswa khona, Ngeza phakathi kwabantu, ngachitha izinsuku nobusuku obumnandi nabo. Kulapha kuphela lapho umuntu ezwa kancane ngokufinyeleleka Kwami, futhi njengoba ukuhlangana Kwami nabo sekuvama, ubona okunye kwalokho enginakho nengiyikho—ngalokho, uzuza ulwazi oluthile Ngami.
Isahluko 25
Isikhathi siyedlula, ngokuphazima kweso nje selufikile olwanamuhla. Ngaphansi kokuqondiswa uMoya Wami, bonke abantu bahlala phakathi kokukhanya Kwami, futhi akekho osacabanga ngokwedlule noma onake olwayizolo.
Ukubonakala KukaNkulunkulu Kulethe Inkathi Entsha
Uhlelo lokuphatha lukaNkulunkulu lweminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha selufika emaphethelweni, futhi isango lombuso weZulu selivulelwe bonke abafuna ukubonakala kukaNkulunkulu. Bafowethu nodadewethu abathandekayo, nilindeni? Yini eniyifunayo? Ingabe nilinde ukubonakala kukaNkulunkulu? Ingabe nifuna imilobo yezinyawo zikaNkulunkulu?
30.12.17
Isahluko 26
Ubani oke wahlala ekhaya Lami? Ubani oke wangimela? Ubani oke wahlupheka ngenxa Yami? Ubani oke wenza isithembiso phambi Kwami? Ubani oke wangilandela kwaze kwaba manje kodwa engakashintshi? Kungani bonke abantu bengenandaba futhi bengenazwelo? Kungani abantu bengishiyile? Kungani abantu bekhathala Yimi?
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele II
Isimo SikaNkulunkulu Esilungile
Manje njengoba benikade nilalele ingxoxo yangaphambilini mayelana negunya likaNkulunkulu, ngiqinisekile ukuthi senihlome ngenqwaba yamagama ngalolo daba. Ukuthi nizokwazi ukwemukela futhi niqonde, konke, kuncike ekutheni nizozikhandla kanganani ekukusebenziseni. Kuyithemba Lami ukuthi ningayithatha le ndaba ngobuqotho; ningalinge niyenze ngokuzidonsa nje! Manje, ukwazi igunya likaNkulunkulu kufana nokwazi konke ngoNkulunkulu?
UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade
Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.
29.12.17
Isahluko 24
Ukusola Kwami kuza phezu kwabo bonke abantu, kodwa kubuye kuhlale kukude nabo bonke abantu. Yonke impilo yomuntu ngamunye igcwele uthando nenzondo ebhekiswe Kimi, futhi akekho oke wangazi - ngakho Kimi indlela umuntu aziphatha ngayo iyashintshashintsha, futhi ayikwazi ukuba sesimweni esijwayelekile. Selokhu nginakekela ngivikela umuntu kungenxa nje yobuwula bakhe ukuthi angakwazi ukubona zonke izenzo Zami nokuqonda izinhloso Zami ezinentshisekelo.
Isahluko 14
Kuyo yonke iminyaka, akekho umuntu oseke wangena embusweni ngakho akekho oke wathokozela umusa weNkathi Yombuso, akekho nowake wabona iNkosi yombuso. Nakuba ngaphansi kokukhanyisa koMoya Wami abantu abaningi bephrofethe ngobuhle bombuso, bazi ingaphandle lawo kuphela, hhayi ukubaluleka kwawo ngaphakathi.
Indlela Yokukhonza Ngokuvumelana Nentando KaNkulunkulu
Namuhla, ngizobe ngikhuluma ikakhulu ngendlela okumele abantu bakhonze ngayo uNkulunkulu ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, yimiphi imibandela okumele ifezwe kanye nokuthi yini ekumele iqondwe yilabo abakhonza uNkulunkulu, nokuthi yiziphi iziphambeko ezikhona ekukhonzeni kwakho. Kumele nikuqonde konke lokhu.
28.12.17
Isahluko 10
INkathi Yombuso, kakade, yehlukile ezikhathini ezedlule. Ayithinti okwenziwa ngumuntu. Kunalokho, ngenza umsebenzi Wami emva kokwehlela emhlabeni — umsebenzi okungekho muntu ongawucabanga noma awufeze. Kusukela ekudalweni komhlaba kuze kube manje, kuyo yonke le minyaka bekulokhu kungokokwakha ibandla, kodwa akuzwakali lutho ngokwakhiwa kombuso.
Isahluko 4
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Bonke abantu Bami abakhonza Kimi kumelwe bakhumbule isikhathi esedlule: Ingabe uthando lwenu Ngami lwalungcolisiwe? Ingabe ukuthembeka kwenu Kimi kwakumsulwa futhi nithembeke ngenhliziyo yonke? Ingabe ulwazi lwenu Ngami lwaluyiqiniso? Enhliziyweni yenu benginendawo engakanani? Ingabe bengigcwele yonke indawo? Amazwi Ami afeze umsebenzi ongakanani ngaphakathi kwenu?
27.12.17
UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele X
UNkulunkulu Uwumthombo Wokuphila Kwazo Zonke Izinto (IV)
Namuhla sidlulisa umlayezo onesihloko esikhethekile. Kinina ninonke, zimbili kuphela izinto okumele nizazi, nizibandakanye nazo niphinde niziqonde—yiziphi-ke lezo zinto? Eyokuqala yindlela umuntu angena ngayo empilweni, eyesibili ukwazi uNkulunkulu. Namuhla ngikupha ithuba lokukhetha: Khetha okukodwa.
Labo Abalalela UNkulunkulu Ngenhliziyo Yeqiniso Bayozuzwa Ngokuqinisekileyo NguNkulunkulu
Umsebenzi kaMoya oNgcwele uyaguquka usuku nosuku, unyukela phezulu isinyathelo ngasinye; isambulo sakusasa singaphezulu kwesanamuhla, isinyathelo ngesinyathelo sikhuphuka sinyukela phezulu njalo. Unjalo umsebenzi uNkulunkulu aphelelisa ngawo umuntu. Uma umuntu engakwazi ukuhambisana naye, angashiywa emuva noma ngasiphi isikhathi.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)