Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukulunga kukaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

26.12.19

Isahluko 85

Ngisebenzisa abantu abehlukene ukuze ngifeze intando Yami: Iziqalekiso Zami ziyafezeka kulabo engibasolayo futhi izibusiso Zami ziyafezeka kulabo engibathandayo. Okwalowo manje ohlangana nezibusiso Zami nalowo owehlelwa yiziqalekiso Zami kusezwini Lami elilodwa kanye nengikushoyo. Uyazi ukuthi noma ngubani engimphatha kahle manje nakanjani uyozwa izibusiso Zami ngazo zonke izikhathi (okuchaza ukuthi labo abaya ngokuya bengazi, baya ngokuya beqiniseka ngokwengeziwe Ngami, labo abanokukhanya okusha nesambulo kanye nalabo abangahambisana nesivinini somsebenzi Wami).

14.12.19

24. Uyini umehluko phakathi kwenceku enhle nenceku embi?

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Umsebenzi womsebenzi ofanelekile ungayisa abantu endleleni eyiyo futhi ubavumele ukuthi bajule eqinisweni. Umsebenzi awenzayo ungaletha abantu phambi kukaNkulunkulu. Phezu kwalokho, umsebenzi awenzayo ungahlukahlukana kumuntu nomuntu futhi awucindezelwa yimithetho, evumela abantu ukuthi badedele futhi bakhululeke. Phezu kwalokho, bangakhula kancane kancane empilweni, baqhubekele eqinisweni ngokujulile. Umsebenzi womuntu ofanelekile usilela kakhulu; umsebenzi wakhe uwubuwula.

10.12.19

23. Uyini umehluko phakathi kukakolweni nokhula?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Unyazi LwaseMpumalanga,ukulunga kukaNkulunkulu

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Njengoba ngishilo, uSathane uthumele labo abangenzela umsebenzi ukuze baphazamise ukuphatha Kwami; laba benzi bomsebenzi bawukhula, nokho ukolo awubhekisile emadodaneni angamazibulo, kodwa kunalokho kuwo wonke amadodana nabantu abangewona amadodana angamazibulo. Ukolo uyohlala ungukolo, ukhula luyohlala luwukhula; lokhu kusho ukuthi imvelo yalabo abangabakaSathane ayikwazi neze ukuguquka. Ngakho, ngamafuphi, bahlala benguSathane.

28.11.19

Kufanele Ubeke Eceleni Izibusisio Zesimo Futhi Uqonde Intando KaNkulunkulu Yensindiso Yomuntu


umusa kaNkulunkulu,intando kaNkulunkulu

Kubantu, akunakwenzeka ukuthi inzalo kaMowabi ingapheleliswa futhi ayikufanelekeli ukuba ibe njalo. Amadodana kaDavide, ngolunye uhlangothi, ngokuqinisekile analo ithemba futhi ngokuqinisekile angakwazi ukupheleliswa. Uma nje umuntu eyinzalo kaMowabi, ngeke akwazi ukupheleliswa. Ngisho nanamuhla, anikwazi ukubaluleka komsebenzi owenziwa phakathi kwenu; kuze kube kulesi sigaba nisanamathemba esikhathi esizayo ezinhliziyweni zenu futhi anifuni ukuwadela.

24.11.19

Abantu Abakhethiwe eShayina Abakwazi Ukumela Noma Yisiphi Isizwe sakwa-Israyeli

umsebenzi kaNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu

Indlu kaDavide yathola isethembiso sikaJehova, futhi yayingumndeni owathola ifa likaJehova. Kwasekuqaleni yayingesinye sezizwe zakwa-Israyeli futhi kwakungesabantu ababekhethiwe. Ngaleso sikhathi, uJehova washaya umthetho kubantu bakwa-Israyeli othi bonke abantu abangamaJuda bendlu kaDavide, bonke labo ababezalwe kuleyo ndlu bayothola ifa Lakhe.

22.5.19

2. Kuyoba yini umphumela uma umuntu ekholelwa kuNkulunkulu Oyedwa ngokwethembela olwazini lwesayensi yezindaba zenkolo eBhayibhelini?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ucwaningo lwebhayibheli

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

Laba bantu basondela kimi ngomlomo wabo, futhi bangidumisa ngezindebe zabo; kodwa inhliziyo yabo ikude nami. Kodwa bangikhonza ngeze, bafundisa izimfundiso eziyimiyalo yabantu” (UMathewu 15:8-9).

“Ngoba igama liyabulala, kodwa umoya unika ukuphila” (2 Korinte 3:6).

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

3.1.19

4. Yini imvelo yenkinga yomuntu engakwazi ukubaluleka kwegama likaNkulunkulu hhayi ukwamukela igama elisha LikaNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla


Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Esikhathini ngasinye, uNkulunkulu uzoqala umsebenzi omusha, futhi esikhathini ngasinye, kuzoba nesiqalo esisha kubantu. Uma umuntu elandela iqiniso lokuthi “uJehova nguNkulunkulu” futhi “uJesu nguKristu,” okungamaqiniso asebenza kuphela enkathini eyodwa, umuntu-ke akasoze ahambisana nomsebenzi kaMoya oNgcwele, futhi uyohlala engakwazi ukuzuza umsebenzi kaMoya oNgcwele. Noma ngabe uNkulunkulu usebenza kanjani, umuntu ulandela ngaphandle kokungabaza, futhi ulandela eduze. Ngale ndlela, umuntu ubengasuswa kanjani uMoya ONgcwele?

4.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma


 Gospel Movie Clip - "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma

UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

25.5.18

Izithembiso Kulabo Abaphelelisiwe

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Iyiphi indlela uNkulunkulu aphelelisa ngayo umuntu? Yiziphi izingxenye ezifakiwe? Ingabe uzimisele ukupheleliswa nguNkulunkulu? Ingabe uzimisele ukwamukela isahlulelo kanye nokusolwa uNkulunkulu? Yini oyaziyo ngale mibuzo? Uma ungeke ukhulume ngalolu lwazi olunjalo, ngakho lokhu kukhombisa ukuthi awukawazi namanje umsebenzi kaNkulunkulu nokuthi awukakukhanyiseli nhlobo uMoya oNgcwele.

28.4.18

Baningi Ababiziweyo, Kepha Bayingcosana Abakhethiweyo

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Baningi engiye ngabafuna emhlabeni ukuze babe abalandeli Bami. Phakathi kwabo bonke laba balandeli, kunalabo abangabapristi, labo abaholayo, labo abangamadodana, labo abayingxenye yabantu, kanye nalabo abenza umsebenzi. Ngibahlukanise baba yilezi zigaba ezahlukene ngokusekelwe ebuqothweni ababubona Kimi. Lapho bonke abantu sebehlukaniswe ngokohlobo lwabo, lokho kusho ukuthi, lapho sekwembulwe bonke ubuntu bomuntu, kuyofanele ngibale wonke umuntu ngokohlobo lwakhe olufanele, futhi ngibeke uhlobo ngalunye endaweni yalo efanele ukuze ngibone injongo Yami yokusindisa isintu.

10.4.18

Indlela Yokwazi Iqiniso

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  UNkulunkulu unguNkulunkulu ongokoqobo: Wonke umsebenzi Wakhe ungokoqobo, wonke amazwi awakhulumayo angokoqobo, futhi wonke amaqiniso awavezayo angokoqobo. Yonke into engewona amagama Akhe ayinalutho, ayikho, futhi ayinampilo. Namhlanje uMoya oNgcwele uzoholela abantu emazwini kaNkulunkulu. Uma abantu bezophokophela ukungena eqinisweni, kufanele bafune iqiniso, futhi bazi iqiniso, emuva kwalokho bazizwele iqiniso, baphinde baliphile iqiniso.

7.4.18

Imithetho YeNkathi Entsha

 
IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Nitshelwe ukuthi nizihlomise ngamazwi kaNkulunkulu, ukuthi ngaphandle kwalokhu enikuhlelelwe, konke kuhlelwe yisandla sikaNkulunkulu, nokuthi asikho isidingo somthandazo wenu oqotho noma wokunxusa – akunalo usizo. Kodwa esimweni samanje, izinkinga ezingokoqobo enibhekene nazo azinakucatshangwa yinina.

21.3.18

Ukuba Nesimo Esingaguquki Ukuba Yisitha SikaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Ngemva kweminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa zenkohlakalo, umuntu waba ndikindiki wangahlakanipha, waba idimoni eliphikisa uNkulunkulu kangangokuba ukuhlubuka komuntu kuNkulunkulu kuqoshwe ezincwadini zomlando kanti umuntu ngokwakhe akakwazi ukunikeza izizathu ezanele zalokhu kuhlubuka kwakhe – ngoba umuntu wonakaliswe kakhulu uSathane, wadukiswa nguSathane kangangokuthi akazi nokuthi abheke ngaphi.

7.3.18

Ingqikithi Yenyama Ehlalwe UNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UNkulunkulu USomandla uthi: "UNkulunkulu wokuqala owaba sesimweni somuntu waphila emhlabeni iminyaka engamashumi amathathu nantathu kanye nengxenye, nokho wenza inkonzo Yakhe iminyaka emithathu nengxenye yaleyo minyaka. Kokubili ngesikhathi asebenza ngaso, nangaphambi kokuba aqale umsebenzi Wakhe, wayenobuntu obujwayelekile. Wahlala ebuntwini Bakhe obejwayelekile iminyaka engamashumi amathathu nantathu nengxenye.

23.1.18

Isahluko 12

  Lapho bonke abantu belalela, lapho zonke izinto ziba zintsha futhi zivuselelwa, lapho bonke abantu bezinikela kuNkulunkulu ngaphandle kokungabaza, futhi bezimisele ukuthwala umthwalo wemfanelo onzima womthwalo kaNkulunkulu—lokhu kuyisikhathi lapho umbani wasempumalanga uphazima, ukhanyisa konke kusuka eMpumalanga kuya eNtshonalanga, kwethuke wonke umhlaba ngokufika kwalokhu kukhanya; bese ngalo mzuzu, uNkulunkulu aphinde futhi aqale impilo Yakhe entsha.

9.1.18

UNkulunkulu Wengamela Phezu Kwesiphetho Sesintu Sonke

igunya likaNkulunkulu,intando kaNkulunkulu,ukulunga kukaNkulunkulu

Njengamalunga ohlanga lwesintu kanye namaKristu azinikele, kuwumthwalo nesibopho sethu sonke ukunikela imiqondo nemizimba yethu ukuze kugcwaliseke umsebenzi ophathiswe nguNkulunkulu ngoba ubuthina bonke bavela kuNkulunkulu, futhi bukhona ngenxa yobukhosi bukaNkulunkulu.

30.12.17

UKristu Wezinsuku Zokugcina Kuphela Onganika Umuntu Indlela Yokuphila Ingunaphakade

izethembiso zikaNkulunkulu,umthombo wokuphila

Indlela yokuphila akusiyo into engaba ekanoma ubani, futhi ayitholwa yibo bonke abantu kalula. Lokhu kwenziwa ukuthi ukuphila kuvela kuNkulunkulu kuphela, okusho ukuthi, uNkulunkulu kuphela onesiqu sokuphila, ayikho enye indlela yokuphila ngaphandle kukaNkulunkulu Uqobo, ngakho-ke uNkulunkulu kuphela owumthombo wokuphila, futhi uwumthombo wamanzi okuphila ahlala egeleza.