9.4.18

Best South African Christian Music "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"



Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela

I
Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,
kuphazamisa uhlelo lwenkolo,
futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.
Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?
UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.
Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.

New South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"



New South African Gospel Song "Ukubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu Okubili KukaNkulunkulu"

UNkulunkulu waqala umsebenzi Wakhe wensindiso eNkathini Yomusa,
ngemva kokuphela kweNkathi Yomthetho.
Ukuba sesimweni somuntu kokuqala kwahlenga umuntu esonweni ngenyama kaJesu Kristu.
Wasindisa umuntu esiphambanweni, kodwa izimo zomuntu zobusathane zazisekhona.
Ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uyahlulela ukuze ahlanze isintu.

7.4.18

Imithetho YeNkathi Entsha

 
IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Nitshelwe ukuthi nizihlomise ngamazwi kaNkulunkulu, ukuthi ngaphandle kwalokhu enikuhlelelwe, konke kuhlelwe yisandla sikaNkulunkulu, nokuthi asikho isidingo somthandazo wenu oqotho noma wokunxusa – akunalo usizo. Kodwa esimweni samanje, izinkinga ezingokoqobo enibhekene nazo azinakucatshangwa yinina.

6.4.18

Ingabe Uyazi? UNkulunkulu Wenze Into Enkulu Phakathi Kwabantu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,igunya likaNkulunkulu

  Inkathi endala seyidlulile, futhi inkathi entsha seyifikile. Unyaka nonyaka, usuku nosuku, uNkulunkulu usenze umsebenzi omkhulu. Wafika emhlabeni wabuye wawushiya ngesikhathi esifanele. Umjikelezo onjalo sewuqhubekile ezizukulwaneni eziningi. Kulolu suku, uNkulunkulu uyaqhubeka ukwenza njengakuqala umsebenzi okufanele awenze, umsebenzi okusafuneka awuqedele, ngoba kuze kube namhlanje, akakangeni ekuphumuleni.

South African Gospel Dance Song "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu



South African Gospel Dance Song "Injabulo Ezweni Elihle LaseKhanani" Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu

I
Ngibuyele emndenini kaNkulunkulu, ngijabulile futhi ngithokozile.
Izandla zami zibambe isithandwa sami, inhliziyo yami engeyaKhe.
Nakuba ngidlule esiGodini seziNyembezi, ngilubonile uthando lukaNkulunkulu.
Uthando lwami ngoNkulunkulu lukhula usuku nosuku, uNkulunkulu ungumthombo wenjabulo yami.
Ngibanjwe ubuhle bukaNkulunkulu, inhliziyo yami inamathele Kuye.
Ngeke ngikwazi ukuthanda uNkulunkulu ngokwanele, kunezingoma zokudumisa enhliziyweni yami.

4.4.18

UMLANDO WOKUHLUSHWA NGENXA YENKOLO ECHINA: ICEBO LOKUFIHLA UBUFAKAZI (Zulu Documentary)



Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseShayina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eShayina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda zonke izindlu zokukhonzela.

Christian Movie "Umlando Wokuhlushwa Ngenxa Yenkolo eChina" (Zulu Documentary)




Selokhu lathatha izintambo Ezweni laseChina ngo-1949, iqembu iChinese Communist Party alikaze liyeke ukuhlupha abantu abakholwayo. Libophe futhi labulala amaKristu ngokuzimisela okukhulu, laxosha futhi lahlukumeza amamishinari asebenza eChina, lashaqa futhi lashisa inqwaba yamakhophi eBhayibheli, lavala futhi lacekela phansi amasonto, futhi ngaphandle kwempumelelo lazama ukuqeda onke amandla akhonzela ezindlini. Iminyaka edlule nayo ibhekane nokwandakwezinqubo mgomo ezethulwe uhulumeni we-CCP ngenhloso yokwenza ubuKristu bube “Isono”.