9.4.18

Best South African Christian Music "Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela"



Iminyaka Eyizinkulungwane Ezimbili Yokulangazelela

I
Ukuthi uNkulunkulu ube yinyama kunyakazisa inkolo,
kuphazamisa uhlelo lwenkolo,
futhi kunyakazisa imiphefumulo yabo bonke abalangazelela ukubonakala kukaNkulunkulu.
Ngubani ongamangali ngalokhu? Ngubani ongalangazeleli ukubona uNkulunkulu?
UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.
Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.
II
Emva kokusuka eJudiya, uNkulunkulu wanyamalala akwasala mkhondo.
Abantu balangazelela ukumbona futhi, kodwa abakaze balindele
ukuhlangana Naye futhi lapha nanamuhla.
Kwakungenzeka kanjani lokhu kungabuyisi izinkumbulo zakudala?
Eminyakeni eyizinkulungwane ezimbili eyedlule,
uSimoni indodana kaJona wahlangana neNkosi uJesu, futhi wadla neNkosi etafuleni elilodwa.
Iminyaka yokulandela yajulisa uthando lwakhe Ngaye.
Wayethanda uJesu ekujuleni kwenhliziyo yakhe.
UNkulunkulu usechithe iminyaka phakathi kwabantu, kodwa umuntu akakuboni nhlobo lokhu.
Namuhla, uNkulunkulu uqobo usebonakele ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu,
ukuze avuselele uthando Lwakhe oludala nomuntu.
umthombo Izwi Livela Lisenyameni
Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana