Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukholo. Bonisa konke okuthunyelwe

13.7.18

Isahluko 14.Zibheke Ngendlela Eyiyo futhi Ungaliphosi Ithawula Eqinisweni

  Abantu bahlala behluleka ukubona amandla kanye nobuthaka babo ngokuyikho, okuba nomthelela olwazini lwabo ngoNkulunkulu benganakile. Kukhona abanye abantu abaze baphosa ithawula ngezimo zabo futhi baphelelwe ithemba, abangafuni ukushintsha isimo sabo futhi abazimisele ngokubhekana nobunzima bokusebenzisa iqiniso; laba bantu bacabanga ukuthi abakaze bashintshe.

26.5.18

Indlela Okufanele Uhambe Ngayo Isigaba Sokugcina Sendlela

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Manje senisesigabeni sokugcina sale ndlela, futhi yisigaba esibucayi sayo. Kungenze uye wakhuthazelela ukuhlupheka okuthile, wenza umsebenzi omningana, wahamba emigwaqweni eminingi, futhi walalela izintshumayelo eziningi, futhi akuzange kube lula ukufika lapha.

4.1.18

Qaphelani isiphetho sesintu

iculo lamaKristu,unkulunkulu uthando,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

I
UNkulunkulu ukhuthaza izinhlanga zonke,
amazwe kanye nezimboni:
Zilale’iphimbo Lakhe zibon’umsebenzi Wakhe;
zinak’isiphetho sesintu;
zimenz’uNkulunkulu abe ongcwele,
ophakeme kakhulu ohlonishwayo;
zivumele isintu siphile esibusisweni sikaNkulunkulu,
njengalokh’isizukulwane
sika-Abraham saphil’esibusisweni sikaJehova,
njengendalo kaNkulunkulu u-Adamu noEva baphil’engadini yase-Edeni.

1.1.18

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (2)

Nanivame ukufuna ukubusa njengamakhosi, kanti nanamhlanje anikakuyeki lokhu ngokuphelele; nisafisa ukubusa njengamakhosi, ukuphakamisa amazulu nisekele umhlaba. Manje, ake ucabange ngakho: Ingabe ninazo lezo zimfanelo? Ngabe anikhombisi yini ukungabi nangqondo?

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye

  Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu.Iqiniso, kodwa, lehlukile kulokhu: uNkulunkulu ufuna kuphela u-“0.1 phesenti” kumuntu. Lokhu akwethusi nje kuphela kubantu, kodwa kubenza bazizwe bedideke kakhulu, kube sengathi bantanta olwandle.