Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izikhathi. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula izikhathi. Bonisa konke okuthunyelwe

1.1.18

Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye

  Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu.Iqiniso, kodwa, lehlukile kulokhu: uNkulunkulu ufuna kuphela u-“0.1 phesenti” kumuntu. Lokhu akwethusi nje kuphela kubantu, kodwa kubenza bazizwe bedideke kakhulu, kube sengathi bantanta olwandle.