Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukuthanda uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukuthanda uNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

21.8.18

49. Ubuso Beqiniso Bomuntu Obizwa Ngokuthi Ulungile

UKemu    Edolobheni laseZhumadian, Esifundazweni saseHenan

  Engqondweni yami, bengilokhu ngizibona njengomuntu onobuntu. Ngike ngacabanga ngalokhu ngoba, omakhelwane bami babeke bangincome phambi kwabazali bami ngokuba umuntu okhaliphile futhi okhombisa ukunakekela umndeni; bathi ngiyintandokazi emehlweni abazali bami. Emva kokushada, abasemzini wami babengincoma phambi komakhelwane bami ngokuba nomusa nobudlelwane obuhle nabo. Kulo ithimba lami, umholi wami wayengincoma ngokuba nokuthembeka nokwenza kahle umsebenzi.

30.7.18

32. Wonke Amazwi KaNkulunkulu Ayisibonakaliso Sesimo Sakhe

UHu Ke    Edolobheni laseDezhou, EsiFundazweni saseShandong

  Njalo uma ngibona la mazwi ekhulunywa nguNkulunkulu, ngangizizwa nginetwetwe: “Umusho ngamunye engiwukhulumile umumethe isimo sikaNkulunkulu. Niyobe nenza kahle uma nizindla ngokucophelela ngamazwi Ami, futhi niyozuza kakhulu kuwona.” Ngazizwa nginetwetwe ngoba ukuqonda isimo sikaNkulunkulu sibaluleke kakhulu ekuqondeni komuntu uNkulunkulu kanye nasekufuneni komuntu uthando kanye nokumenelisa Yena.

12.7.18

Isahluko 41. Indlela Yokwazi Imvelo Yomuntu

  Yiziphi izinto eziyimvelo yomuntu? Wazi kuphela ngokonakala, ukungalaleli, amaphutha, ukungapheleli, imicabango, nezinhloso zomuntu, kodwa awukwazi ukuthola izingxenye ezingaphakathi zemvelo yomuntu – wazi kuphela ingxenye engaphandle, kodwa awukwazi ukuthola umsuka wayo. Abanye baze ngisho bacabange lezi zinto ezingaphandle njengemvelo yomuntu, bethi “Bheka, ngiyayiqonda imvelo yomuntu; ngiyakubona ukuzidla kwami. Akuyona imvelo yomuntu leyo?”

10.7.18

21. Impi Yempilo Nokufa

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UChang Moyang Edolobheni LaseZhengzhou, Esifundazweni SaseHenan 

  “Lapho ushiya inyama, ngokungegwemeke kuzokuba khona impi ngaphakathi. USathane ufuna ukuthi ulandele imicabango yenyama, ukuvikela lokho okufunwa yinyama. Nokho, intando kaNkulunkulu isakukhanyisela futhi ikukhanyise ngaphakathi, ikunyakazise ngaphakathi futhi isebenze ngaphakathi. Kuleli qophelo, kukuwe ukuthi uzolandela bani.