Uma unyazi lushaya luqhamuka ngaseMpumalanga—okuyisona sikhathi futhi engiqala ngaso ukukhuluma—ngalo mzuzu unyazi luyeza, kukhanye izulu nomhlaba, bese ziyaqala ziguquke nezinkanyezi. Kuba sengathi bonke abantu bayahlanzwa bahlungwe. Ngaphansi kokukhanya komsebe wokukhanya okuqhamuka eMpumalanga, bonke abantu bavela esimweni sabo sokuqala sokudalwa, amehlo emangele, bedidekile; nalapho abakwazi ukufihla izici zabo ezimbi.
31.5.18
Isahluko 12

Isahluko 13
Okufihlakele kokushiwo yizwi Lami yizinhloso Zami eziningi. Kodwa abantu abazi futhi abaqondi lutho kulokhu, bayaqhubeka nokuthola amazwi Ami ngaphandle bese bewalandela bengaphandle, ngaphandle kokuthi bakwazi ukubona inhliziyo Yami noma bazizwele intando Yami esemazwini Ami. Yize noma ngiwenze acaca amazwi Ami, ngabe ukhona owaqondayo? Ngavela eSiyoni ngeza kubantu. Ngenxa yokuthi ngembathe ubuntu bomuntu ojwayelekile ngazembathisa ngesikhumba somuntu, ngalokho abantu bazi indlela engibukeka ngayo ngaphandle, kodwa abayazi impilo engaphakathi Kimi, futhi abamboni uNkulunkulu onguMoya, kanti bazi umuntu wenyama kuphela.
Isahluko 10. Labo Abathanda Iqiniso Banendlela Abayilandelayo
1. Ukuthi Izimo Zabantu Zijwayelekile Kuncike Ekutheni Bayalithanda Yini Iqiniso noma Cha
Abantu abaningi baveze inkinga elandelayo: Ngemva kokuhlanganyela okungenhla, bazizwa bekhanyiseleke bhá, bathole amandla, futhi bengenayo imizwa yokuphelelwa yithemba—kodwa izimo ezinjalo ziba khona cishe izinsuku eziyishumi kuphela, ngemva kwesikhathi esithile bangase bangabe besaba nazo izimo ezijwayelekile.
30.5.18
Ihubo lombuso
Bantu! Jabulani!
Ekukhanyeni kwaMi, abantu babona ukukhanya futhi. Ezwini laMi, abantu bathola izinto zokujatshulelwa. Sengiqhamukile eMpumalanga futhi Ngisuka khona. Uma inkazimulo yaMi ikhanya, zonke izizwe ziyakhanya, konke kulethwa ekukhanyeni, akusali nokukodwa ebumnyameni. Embusweni, impilo yabantu bakaNkulunkulu noNkulunkulu inokujabula okungeqhathaniswe. Amanzi asinela izimpilo zabantu ezibusisekile, izintaba zithokoza nabantu ngenala yaMi. Bonke abantu bayazikhandla, besebenza ngamandla, betshengisa ukuzinikela embusweni waMi.
Lungisa Izenzo Ezinhle Ezanele Ukulungiselela Isiphetho Sakho
29.5.18
Isahluko 9
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)