Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UMbuso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula UMbuso. Bonisa konke okuthunyelwe

14.9.18

Ihubo Lombuso (II) UNkulunkulu Ufikile, UNkulunkulu UyiNkosi

I

Kulo mzuzu ongajwayelekile, kulesi sikhathi esijabulisayo,

ezulwini phezulu, naphansi, bonke bayahlabelela, becula izindumiso.

Kulokhu, ubani ongajabule? Kulokhu, ngubani ongenanhliziyo ethokozile?

Bebhekene nalokhu, ngubani ongaphunyelwa unyembezi?

12.9.18

Ihubo Lombuso (1) Umbuso Sewehlele Emhlabeni

Umbuso,amaculo okudumisa

Umbuso kaNkulunkulu usufikile emhlabeni; ubuntu bukaNkulunkulu bugcwele futhi bucebile.

Ubani ongama nje angajabuli? Ubani ongama nje angadansi?

O Siyoni, phakamisa ibhanela lakho lokunqoba uthokozele uNkulunkulu.

31.7.18

8. Kuqondwa kanjani ukuthi uKristu uyiqiniso, indlela nempilo?

  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  Ekuqaleni kwakukhona uLizwi, uLizwi wayenoNkulunkulu, futhi uLizwi wayenguNkulunkulu. Yena lowo ekuqaleni wayenoNkulunkulu” (Johane 1:1-2).
 
  “Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, ( futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

30.5.18

Ihubo lombuso

  Abantu bayangihalalisela, abantu bayangidumisa; yonke imilomo ibiza igama likaNkulunkulu oyedwa weqiniso, bonke abantu baphakamisa amehlo ukubuka izenzo zaMi. Umbuso wehlela emhlabeni, ubuntu Bami bucebile bunenala. Ngubani ongekuthokozele lokhu?Ngubani ongesine ngentokozo ngalokhu?

17.3.18

Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile

 "Nibonile yini ukuthi umsebenzi kaNkulunkulu uzofezani kuleli qembu labantu? UNkulunkulu uthe, ngisho eMbusweni Weminyaka Eyinkulungwane abantu kusazodingeka ukuthi baqhubeke balandele amazwi Akhe, futhi kusasa la mazwi kaNkulunkulu azoqondisa ukuphila kwabantu ezweni elihle laseKhanani. Lapho uMose esehlane, uNkulunkulu wamfundisa futhi wakhuluma naye ngokuqondile.

10.1.18

Inkulumo Emfishane Mayelana nombhalo othi “Umbuso Weminyaka Eyinkulungwane Usufikile”

Uwubona kanjani umbono woMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Abanye abantu bacabanga kakhulu ngawo, futhi bathi uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane uyoba khona iminyaka eyinkulungwane emhlabeni, ngakho uma amalungu amadala kunamanye ebandleni engashadile, ingabe kufanele ashade? Umndeni wami awunamali, ingabe kufanele ngiqale ngenze imali? … Uyini uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane? Ingabe uyazi? Abantu babona kalufifi futhi bathwele kanzima kakhulu. Empeleni, uMbuso Weminyaka Eyinkulungwane awukakafiki ngokusemthethweni.