17.7.18

2. Yini ukuba uNkulunkulu esimweni somuntu? Yini Umongo kaNkulunkulu esimweni somuntu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukuba senyameni

     Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  “Futhi uLizwi waba yinyama, futhi wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo Yakhe, inkazimulo enjengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

  “Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila” (Johane 14:6 )

16.7.18

2. Kungani izwe limnyama futhi lilibi kangaka? Ngokuba kwesintu sezingeni eliphezulu lokukhohlakala, ingabe kufanele libhujiswe?

  Impendulo Evela Ezwini LikaNkulunkulu:

  Umuntu walahlekelwa inhliziyo eyesaba uNkulunkulu ngemva kokonakaliswa uSathane, futhi walahlekelwa umsebenzi izidalwa zikaNkulunkulu okufanele zibe nawo, waba isitha esingamlaleli uNkulunkulu. Umuntu waphila ngaphansi kokubusa kukaSathane futhi walandela imiyalo kaSathane; ngakho uNkulunkulu wayengenayo indlela yokusebenza phakathi kwezidalwa Zakhe, futhi akakwazanga ukwenza ukuba izidalwa Zakhe zimesabe.

15.7.18

19. Ukuzithukulula Emaketangeni Omoya

UWu Wen    Edolobheni laseZhengzhou, EsiFundazweni saseHenan
  Ngangiwumuntu obuthakathaka nozwelayo. Ngenkathi ngingakakholelwa kuNkulunkulu, ngangivame ukuzizwa ngiphansi futhi ngicindezeleka ngenxa yezinto ezazingifikela empilweni.

14.7.18

27. Okulele Emuva Kwamanga

UXiaojing    Edolobheni laseHeze, esiFundazweni saseShandong 

  Ngesikhathi ngasinye ngabona amazwi kaNkulunkulu esitshela ukuba sibe ngabantu abathembekile futhi sikhulume ngendlela eqondile nenembayo, ngacabanga ngathi, “Mina anginankinga nokukhuluma ngendlela eqondile. Akukona yini kanti lokho ukubeka izinto ngembaba uzisho njengoba zinjalo?

13.7.18

Isahluko 14.Zibheke Ngendlela Eyiyo futhi Ungaliphosi Ithawula Eqinisweni

  Abantu bahlala behluleka ukubona amandla kanye nobuthaka babo ngokuyikho, okuba nomthelela olwazini lwabo ngoNkulunkulu benganakile. Kukhona abanye abantu abaze baphosa ithawula ngezimo zabo futhi baphelelwe ithemba, abangafuni ukushintsha isimo sabo futhi abazimisele ngokubhekana nobunzima bokusebenzisa iqiniso; laba bantu bacabanga ukuthi abakaze bashintshe.

Abantu bahlala behluleka ukubona amandla kanye nobuthaka babo ngokuyikho, okuba nomthelela olwazini lwabo ngoNkulunkulu benganakile. Kukhona abanye abantu abaze baphosa ithawula ngezimo zabo futhi baphelelwe ithemba, abangafuni ukushintsha isimo sabo futhi abazimisele ngokubhekana nobunzima bokusebenzisa iqiniso; laba bantu bacabanga ukuthi abakaze bashintshe. Empeleni, laba bantu bashintshile, kepha bona uqobo abakwazi ukubona lokho: Kunalokho babheka izinkinga zabo kuphela, futhi abazimisele ngokusebenzisana noNkulunkulu.