11.3.18

Konke Kuyafezeka Ngezwi LikaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UNkulunkulu ukhuluma amazwi Akhe enze nomsebenzi Wakhe ngokwezinkathi ezehlukene, nasezinkathini ezehlukene, ukhuluma amazwi ehlukene. UNkulunkulu akathobeli mithetho, noma aphinde umsebenzi ofanayo, noma abe nenkumbulo yezinto zesikhathi esedlule; unguNkulunkulu ohlala emusha njalo akabi mdala, futhi nsuku zonke ukhuluma amazwi amasha.

10.3.18

Umuntu Angasindiswa Kuphela Ekuphatheni KukaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Wonke umuntu ubona sengathi ukuphatha kukaNkulunkulu kuyinto engajwayelekile ngoba abantu bacabanga ukuthi ukuphatha kukaNkulunkulu akuhlangene nomuntu. Bacabanga ukuthi lokhu kuphatha kungumsebenzi kaNkulunkulu yedwa, indaba kaNkulunkulu uqobo, ngakho isintu asikhathali ngokuphatha kukaNkulunkulu.

Indlela UPetru Amazi Ngayo UJesu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,yazi uNkulunkulu

Esikhathini uPetru asichitha enoJesu, wabona izinto eziningi ezenza uJesu athandeke, izinto okufanele zilingiswe, futhi eziningi zaboniswa yena. Nakuba uPetru abubona ngezindlela eziningi ubuntu bukaNkulunkulu kuJesu, futhi abona ubuntu obuningi obuthandekayo, ekuqaleni wayengamazi uJesu. UPetru, waqala ukulandela uJesu lapho eneminyaka engama-20 yobudala, futhi waqhubeka emlandela iminyaka eyisithupha.

9.3.18

California, USA Joint Efforts to Promote Worldwide Freedom of Belief at Freedom of Religion Seminar



In spite of the fact that freedom of religion is a universal value, there are people in some countries and regions who not only lack this freedom and right, but even continue to suffer from persecution as well as unjust prosecution or imprisonment. February 15, 2018, a seminar with the theme of “Religious Liberty as a Global Problem” was convened at the University Club of the University of Southern California.

Labo Abangafundi Futhi Abangazi Lutho: Abazona Yini Izilwane?

Iyiphi indlela yokufuna efanele kunazo zonke endleleni yanamuhla? Hlobo luni lomuntu okufanele uzibone uyilo ekufuneni kwakho? Kufanele wazi indlela yokusingatha yonke into ekwehlelayo manje, kungaba izilingo noma ukuhlupheka, ukusola okunonya noma iziqalekiso—kufanele ucabangisise ngakho konke lokhu. Kungani ngisho lokhu? Kungoba ngemva kwakho konke, okukwehlelayo manje kuyisilingo esisodwa sesikhashana esilandela esinye.

8.3.18

Virginia Christian Film Festival: Musical "Every Nation Worships the Practical God" Wins Six Awards



“The kingdom has descended; the new age has begun; God has returned!” This is the most stirring of the good tidings from The Church of Almighty God’s musical—Every Nation Worships the Practical God. On January 27, 2018, this musical, bearing witness that Jesus the Savior has already returned, was shown at the Virginia Christian Film Festival. In one fell swoop, it won six awards, including Best Feature Film, Best Choreography, Best Music and Best Acting.

Indlela Isinyathelo Sesibili Somsebenzi Wokunqoba Esithela Ngayo Izithelo

Isinyathelo somsebenzi wabenzi bomsebenzi yisinyathelo sokuqala somsebenzi wokunqoba; njengamanje lokhu kuyisinyathelo sesibili somsebenzi wokunqoba. Kungani kuxoxwa ngokupheleliswa komsebenzi wokunqoba? Kuwukwakha isisekelo sekusasa—lokhu njengamanje kuyisinyathelo sokugcina somsebenzi wokunqoba, futhi emuva kwalokhu, abantu bazobhekana nobunzima okukhulu, futhi ngaleso sikhathi umsebenzi wokuphelelisa abantu uzoqala ngokusemthethweni.