Kumuntu kukhona izwi lokukholwa elingenasiqiniseko, nokho umuntu akazi ukuthi yini eyakha ukukholwa, ingasaphathwa eyokuthi kungani enokholo. Umuntu uqonda okuyingcosana futhi umuntu ngokwakhe akanalwazi; umane abe nokukholwa Kimi ngokungacabangi nangokungabi nalwazi. Nakuba engazi ukuthi kuyini ukukholwa nokuthi kungani ekholelwa Kimi, uyaqhubeka nokukwenza ngokuthatheka.
1.3.18
28.2.18
Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu
INkathi Yombuso YiNkathi Yezwi
ENkathini Yombuso, uNkulunkulu usebenzisa izwi ukungenisa inkathi entsha, ukuguquka izindlela zomsebenzi Wakhe, nokwenza umsebenzi waso sonke isikhathi. Lesi yisimiso uNkulunkulu asebenza ngaso eNkathini Yezwi. be yinyama womuntu ukuze akhulume ngezindlela ezahlukene, ehlomisa umuntu ukuthi abone uNkulunkulu ngeqiniso, oyiZwi elivela enyameni, nangobuhlakani nezimangaliso Zakhe. Umsebenzi onjalo wenzelwe ukufinyelela kangcono emigomweni yokunqoba umuntu, yokumphelelisa, neyokumsusa.
27.2.18
Isahluko 38
Ngokuya ngokhondolo lwemvelo yesintu, okungubuso boqobo besintu, obukwazile ukuqhubeka kuze kube yimanje bekungeyona into elula, futhi kungenxa yalokhu amandla amakhulu kaNkulunkulu eye abonakala. Ngokusekelwe ngokuthe ngqo enyameni nesenkohlakalweni kadrako omkhulu obomvu kuze kube manje, uma bekungekhona ukuholwa uMoya kaNkulunkulu ngabe ukuphi umuntu namuhla? Umuntu akakufanele ukuza phambi kukaNkulunkulu, kodwa uthanda isintu ngenxa yokuphatha Kwakhe nokuthi umsebenzi wakhe omkhulu ufezeke ngaphambi kwesikhathi eside kakhulu.
Christian Video | The Best Decision of My Entire Life—Accepting Almighty God’s Work of the Last Days
Since Almighty God began His work of the last days in China, more and more people have come to spread and bear witness to His words. Almighty God’s end-time work long ago expanded outside of China’s borders, and His words have been translated into many different languages and published online.
26.2.18
Izexwayiso Ezintathu
Njengekholwa likaNkulunkulu, akumele wethembeke kunoma ubani omunye ngaphandle Kwakhe kukho konke futhi kumele ukwazi ukuhambisana nentando yakhe kuzo zonke izinto. Noma kunjalo, nakuba wonke umuntu eyiqonda le mfundiso, la maqiniso asobala futhi avamile, ngokumuntu, awabonakali ngokugcwele kuye, ngenxa yobunzima bakhe obehlukene, njengokungazi, ukungabi nangqondo nenkohlakalo.
Isahluko 36
Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla, amehlo womabili enamathele Kimi, kungathi iso lakhe liqaphele isitha—kukulesi sikhathi kuphela lapho ngizwa khona ukubuna kwakhe.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)