Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukholwa kuNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukholwa kuNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

23.7.19

Ngaloluya Suku Isibhakabhaka Sasicace Futhi Sinelanga Ngokukhethekile

insindiso kaNkulunkulu,ukukholwa kuNkulunkulu

UTian Ying, eChina

Ngangikade ngiyikholwa leBandla i-Three-Self eChina. Ngenkathi ngiqala ukuzibandakanya emibuthanweni, abefundisi babevame ukuthi kithina: “Bafowethu nodadewethu, kulotshiwe eBhayibhelini ukuthi: ‘Ngoba ngenhliziyo umuntu uyakholwa kube ukulunga; futhi ngomlomo ukuvuma kuyenziwa kube insindiso’ (Rom 10:10). Silungisiwe ngenxa yokholo lwethu. Njengoba sikholwa kuJesu, sesisindisiwe.

13.3.19

5. Yini ngempela inkolo yeqiniso kuNkulunkulu? Kufanele umuntu akholwe kanjani kuNkulunkulu ukuze athole ukutuswa Kwakhe?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Nakuba abantu abaningi bekholelwa kuNkulunkulu, bambalwa abaqondayo ukuthi kusho ukuthi ukukholwa kuNkulunkulu, nokuthi yini okumele bayenze ukuze babe senhliziyweni kaNkulunkulu. Lokhu kungenxa yokuthi, nakuba abantu belijwayele igama elithi “Nkulunkulu” namabinzana athi “umsebenzi kaNkulunkulu,” abamazi uNkulunkulu, ingasaphathwa eyomsebenzi Wakhe. Yingakho ngingamangali uma bonke laba abangamazi uNkulunkulu benezinkolelo ezididayo.

1.3.18

Yini Oyaziyo Ngokukholwa?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

 Kumuntu kukhona izwi lokukholwa elingenasiqiniseko, nokho umuntu akazi ukuthi yini eyakha ukukholwa, ingasaphathwa eyokuthi kungani enokholo. Umuntu uqonda okuyingcosana futhi umuntu ngokwakhe akanalwazi; umane abe nokukholwa Kimi ngokungacabangi nangokungabi nalwazi. Nakuba engazi ukuthi kuyini ukukholwa nokuthi kungani ekholelwa Kimi, uyaqhubeka nokukwenza ngokuthatheka.