14.2.18

“Indaba kaXiaozhen” (4) – Ukonakala | Musical Drama



Ebhekene nezwe elikhohlakele, noqobo olunesihluku nosizi, uXiaozhen washiya ubuqotho bakhe walwela ukugqoka imaskhi. Kusukela ngaleso sikhathi, wabe eseduka …

13.2.18

Umsebenzi Nokungena (5)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,intando kaNkulunkulu,

  Namuhla nonke niyazi ukuthi uNkulunkulu uholela abantu emgudwini ofanele wempilo, ukuthi uholela umuntu ekuthatheni isinyathelo esilandeleyo sokungena kwenye inkathi, ukuthi uhola umuntu ukuba aphume kule nkathi emnyama endala, aphume enyameni, asuke ekucindezelweni amandla obumnyama nethonya likaSathane, ukuze umuntu ngamunye aphile ezweni lenkululeko.

Isahluko 27

"Namuhla, amazwi kaNkulunkulu asefike esicongweni sawo, okusho ukuthi, ingxenye yesibili yenkathi yokwahlulela isifike ovuthondabeni. Ngalesi sikhathi, iphimbo likaNkulunkulu seliguqukile, alisabhuqi futhi alisancokoli, futhi alisashayi, alisaqalekisi; uNkulunkulu uselithambisile iphimbo lamazwi Akhe.Manje, uNkulunkulu uqala “ukushintshanisa imizwa” nomuntu.

12.2.18

“Indaba kaXiaozhen” (5) – Impilo kwi-Ballroom | Musical Drama



Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

The Love of God Awakens My Heart | "Indaba kaXiaozhen" (6) - Ebuya |



UNkulunkulu uSomandla uthi, “Uma uzizwa ukhathele, futhi uma uqala ukuzwa isizungu, isizungu yaleli zwe. Ungadideki, Ungakhali. UNkulunkulu uSomandla, uMlindi, uyokwamukela ukufika kwakho noma nini. Useceleni kwakho ubhekile, elindele ubuyele emuva. Ulindele usuku lapho ingqondo yakho isanguluka …” (Izwi Livela Lisenyameni). Njengoba uXiaozhen esesele nemihuzuko eshaywe umhlaba wazinikela osizini, uthando lukaNkulunkulu uSomandla lwafika kuye inhliziyo yakhe yase ivuswa. …

11.2.18

Ukubuyisela Impilo Ejwayelekile Yomuntu Nokumhambisa Endaweni Emangalisayo Okuphokophelwe Kuyo

umusa kaNkulunkulu,unkulunkulu uthando

Umuntu uyaqonda kancane ngomsebenzi wanamuhla nomsebenzi wangesikhathi esizayo, kodwa akaqondi ekupheleni lapho isintu sizongena khona. Njengesidalwa umuntu kufanele enze umsebenzi wesidalwa: Umuntu kufanele alandele uNkulunkulu kunoma yini ayenzayo; futhi kufanele wenze nganoma iyiphi indlela engikutshela ngayo.

Isahluko 26

Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa. Ngalokhu, emva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, bonke abantu bashaywa uvalo, futhi banomuzwa wencithakalo yomhlaba.