12.2.18

The Love of God Awakens My Heart | "Indaba kaXiaozhen" (6) - Ebuya |



UNkulunkulu uSomandla uthi, “Uma uzizwa ukhathele, futhi uma uqala ukuzwa isizungu, isizungu yaleli zwe. Ungadideki, Ungakhali. UNkulunkulu uSomandla, uMlindi, uyokwamukela ukufika kwakho noma nini. Useceleni kwakho ubhekile, elindele ubuyele emuva. Ulindele usuku lapho ingqondo yakho isanguluka …” (Izwi Livela Lisenyameni). Njengoba uXiaozhen esesele nemihuzuko eshaywe umhlaba wazinikela osizini, uthando lukaNkulunkulu uSomandla lwafika kuye inhliziyo yakhe yase ivuswa. …

Isitatimende esikhethekile: Ukukhiqizwa kwalevidiyo kwenziwe njengesiqephu esingangesi nzuzo seBandla likaNkulunkulu uSomandla. Abalingisi abavela kulomukhiqizo basebenza ngaphansi kohlelo lokungenisa inzuzo, kanti futhi abakhokhelwanga noma ingayiphi indlela. Le vidiyo akumele isakazelwe inzuzo kunoma iyiphi inhlangano yyesithathu, futhi siyathemba ukuthi wonke umuntu uzokwabela abanye ayisakaze ngokuvulelekile. Uma uyisakaza, sicela udalule umthombo wayo. Ngaphandle kwemvume yeBandla likaNkulunkulu uSomandla, akukho nhlangano, namaqembu omphakathi noma umuntu ongalimaza noma ashitshe okuqukethwe kule vidiyo.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana