17.1.18

Isenzo (2)

  Ezikhathini ezedlule, abantu babeziqeqeshela “ukuba noNkulunkulu baphile phakathi komoya ngaso sonke isikhathi” okuwukuthi, uma kuqhathaniswa nalokhu okwenziwa namuhla, kube ukuqeqesha okulula kukamoya. Ukwenza okunje kuza ngaphambi kokuba abantu bangene endleleni efanele yempilo, kanti yindlela engajulile nelula kakhulu kuzo zonke izindlela ezisetshenziswayo.

Isenzo (4)

   Ukuthula nenjabulo engikhuluma ngakho namuhla akufani nalokhu okholelwa kukho nokuqondayo. Ubucabanga ukuthi ukuthula nenjabulo kusho ukujabula usuku lonke, ukungabikho kwezifo noma amabhadi emndenini wakho, ukuhlala uthabile enhliziyweni yakho, ngaphandle kokuba nosizi, nenjabulo engachazeki ngaphakathi kuwe kungakhathaliseki ukuthi injani impilo yakho. Lokhu bekungaphezulu kokunyuka komholo womyeni wakho nokuthi indodana yakho isanda kuthola isikhala enyuvesi.

Indlela… (2)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukwazi intando kaNkulunkulu,funa iqiniso

Mhlawumbe abafowethu nodadewethu banolwazi oluncane ngokulandelana, izigaba, kanye nezindlela zomsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseChina, kodwa Ngihlala Ngizwa kungcono ukuba nesikhumbuzo noma isifinyezo esincane sabafowethu nodadewethu.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (4)

UNkulunkulu USomandla uthi:

"Kufanele nazi ngendaba yangaphakathi nokwakheka kweBhayibheli. Lolu lwazi aluphathwa yilabo abangakawemukeli umsebenzi omusha kaNkulunkulu. Abazi. Bachazeleni lezi zindaba ezibalulekile, ngeke baziqhenye ngolwazi lwabo lweBhayibheli. Bahlala becubungula lokhu osekuphrofethiwe: Ingabe le nkulumo seyenzekile? Ingabe leya nkulumo seyenzekile? Ukwamukela kwabo ivangeli kungokuhambisana neBhayibheli; Bashumayela ivangeli ngokuvumelana neBhayibheli.

16.1.18

Indlela… (1)

umsebenzi kaNkulunkulu,ukwazi intando kaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu

Empilweni yabo, akekho umuntu owaziyo ukuthi hlobo luni lwezingqinamba azohlangabezana nazo, futhi akazi ukuthi ukulungiswa kuniazobhekana nakho. Kwabanye kuba semisebenzini yabo, kwabanye kuba kulokho abazohlangabezana nakho ngelinye ilanga, kwabanye kusemindenini abadabuka kuyo, kanti kwabanye kusemishadweni yabo.

Isahluko 41

izwi likaNkulunkulu,iphimbo likaNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UNkulunkulu USomandla uthi:

"Ngike ngenza umsebenzi omkhulu phakathi kwabantu, kodwa abazange babone, ngakho kwadingeka ngisebenzise izwi Lami ukuze ngiwembule kubo. Nokho, umuntu usalokhu engawaqondi amazwi Ami, futhi uhlala engazi lutho ngenhloso yecebo Lami.

Isahluko 40

intando kaNkulunkulu,umusa kaNkulunkulu,uNkulunkulu wokuhlakanipha

UNkulunkulu USomandla uthi: 

"Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.” Angizami ukubamba abantu, kodwa ngenza ukuntula kwabo kube yikho okuqondwe umsebenzi Wami. Ngalesi sikhathi, bajabule kakhulu, bese bethembela Kimi.