Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula funa iqiniso. Bonisa konke okuthunyelwe

30.5.19

3. Yini ngempela intando yomuntu olandela uNkulunkulu? Futhi yini ubufakazi beqiniso ngokukholwa kuNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukulalela uNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Khona-ke uJobe wasukuma, wabe eseklebhula isiphuku sakhe, futhi waphuca ikhanda lakhe, wabe esewela emhlabathini, futhi wakhuleka, Waye sethi, Ngaphuma ngihamba ze esibelethweni sikamama wami, futhi ngiyobuyela kuso ngihamba ze: iNKOSI iphile, futhi iNKOSI ithathile; malibongwe igama leNKOSI” (UJobe 1:20-21).

26.5.19

1. Yini ukulandela intando KaNkulunkulu? Ingabe ukulandela intando kaNkulunkulu uma umuntu enza umsebenzi wokuhambisa ivangeli likaNkulunkulu kuphela

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukwazi intando kaNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

"Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini. Abaningi bazothi kimina ngalolo suku, Nkosi, Nkosi, asizange siphrofethe ngegama lakho? Futhi sakhipha namadimoni ngegama lakho? Futhi ngegama lakho senza imisebenzi eminingi emihle? Khona-ke ngizobe sengifakaza kubo ngithi, anginazi: sukani kimi, nina enenza okubi" (Mathewu 7:21-23).

11.3.19

3. IBhayibheli laqokelelwa ngumuntu, hhayi uNkulunkulu; iBhayibheli alikwazi ukumela uNkulunkulu

Izikhombo Zamavesi Ebhayibheli:

Hlolani imibhalo; ngoba nicabanga ukuthi kuyo niyoba nokuphila okungunaphakade: yiyo engifakazelayo. Futhi ngeke nize kimi, ukuze nibe nokuphila” (Johane 5:39-40).

Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila: akekho oza kuBaba, ngaphandle kwami” (Johane 14:6 ).

31.10.18

Inkinga Enkulu: Ukukhaphela (1)

  
IBandla LikaNkulunkulu USomandla


  Umsebenzi Wami usuzophela. Iminyaka eminingi esiyichithe sindawonye isibe inkumbulo engabekezeleleki yenkathi edlule. Ngiye ngaphindaphinda amazwi Ami futhi angiyekanga ukuthuthuka emsebenzini Wami omusha. Empeleni, iseluleko Sami siyisakhi esidingekayo engxenyeni ngayinye yomsebenzi engiwenzayo. Ngaphandle kweseluleko Sami, nonke benizonhlanhlatha futhi nilahlekelwe kakhulu.

5.2.18

Impumelelo Noma Ukwehluleka Kuncike Endleleni Umuntu Ayihambayo

Abantu abaningi bakholwa kuNkulunkulu ngenxa yekusasa labo, noma ngenxa yenjabulo yesikhashana. Kulabo abangakaze babhekane nalutho, inhloso yokukholwa kuNkulunkulu ukungena ezulwini, ukuze bathole imiklomelo. Akukho mayelana nokuthi bapheleliswe, noma ukwenza umsebenzi wesidalwa sikaNkulunkulu.

17.1.18

Indlela… (2)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukwazi intando kaNkulunkulu,funa iqiniso

Mhlawumbe abafowethu nodadewethu banolwazi oluncane ngokulandelana, izigaba, kanye nezindlela zomsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseChina, kodwa Ngihlala Ngizwa kungcono ukuba nesikhumbuzo noma isifinyezo esincane sabafowethu nodadewethu.