17.1.18

Indlela… (2)

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukwazi intando kaNkulunkulu,funa iqiniso

Mhlawumbe abafowethu nodadewethu banolwazi oluncane ngokulandelana, izigaba, kanye nezindlela zomsebenzi kaNkulunkulu ezweni laseChina, kodwa Ngihlala Ngizwa kungcono ukuba nesikhumbuzo noma isifinyezo esincane sabafowethu nodadewethu.

Imfihlakalo Yokuba Senyameni (4)

UNkulunkulu USomandla uthi:

"Kufanele nazi ngendaba yangaphakathi nokwakheka kweBhayibheli. Lolu lwazi aluphathwa yilabo abangakawemukeli umsebenzi omusha kaNkulunkulu. Abazi. Bachazeleni lezi zindaba ezibalulekile, ngeke baziqhenye ngolwazi lwabo lweBhayibheli. Bahlala becubungula lokhu osekuphrofethiwe: Ingabe le nkulumo seyenzekile? Ingabe leya nkulumo seyenzekile? Ukwamukela kwabo ivangeli kungokuhambisana neBhayibheli; Bashumayela ivangeli ngokuvumelana neBhayibheli.

16.1.18

Indlela… (1)

umsebenzi kaNkulunkulu,ukwazi intando kaNkulunkulu,izwi likaNkulunkulu

Empilweni yabo, akekho umuntu owaziyo ukuthi hlobo luni lwezingqinamba azohlangabezana nazo, futhi akazi ukuthi ukulungiswa kuniazobhekana nakho. Kwabanye kuba semisebenzini yabo, kwabanye kuba kulokho abazohlangabezana nakho ngelinye ilanga, kwabanye kusemindenini abadabuka kuyo, kanti kwabanye kusemishadweni yabo.

Isahluko 41

izwi likaNkulunkulu,iphimbo likaNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UNkulunkulu USomandla uthi:

"Ngike ngenza umsebenzi omkhulu phakathi kwabantu, kodwa abazange babone, ngakho kwadingeka ngisebenzise izwi Lami ukuze ngiwembule kubo. Nokho, umuntu usalokhu engawaqondi amazwi Ami, futhi uhlala engazi lutho ngenhloso yecebo Lami.

Isahluko 40

intando kaNkulunkulu,umusa kaNkulunkulu,uNkulunkulu wokuhlakanipha

UNkulunkulu USomandla uthi: 

"Abantu bagxila kukho konke engikwenzayo, okungathi sengizokwehlisa amazulu, futhi bahlala bedideka ngezenzo Zami, okungathi engikwenzayo abakuqondi. Kanjalo, bagqugquzelwa Yimi kukho konke abakwenzayo, besaba ukuthi bazolicasula Izulu bese belahlelwa “ezweni labafayo.” Angizami ukubamba abantu, kodwa ngenza ukuntula kwabo kube yikho okuqondwe umsebenzi Wami. Ngalesi sikhathi, bajabule kakhulu, bese bethembela Kimi.

15.1.18

Isahluko 39

Usuku nosuku ngihamba phezu komhlaba nezulu, ngibuka zonke izinto ezidalwe yisandla Sami. Ngenhla kwamazulu yindawo Yami yokuphumula, ngezansi kukhona izwe engihamba kulo. Ngibusa yonke into phakathi kwalezo ezikhona, ngiyalela konke kukho konke kukhona, ngenze ukuthi konke okukhona kuthobele indlela yemvelo futhi kuthobele umyalo wemvelo.

Isahluko 38

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,izwi likaNkulunkulu

Kukho konke osekubonwe isintu awukho umfanekiso wami, noma akekho ohola ngamazwi Ami, ngakho ngilokhu ngihlale ngigwema umuntu ngiqhelile ngase ngiyasuka kuye. “Ngenyanya ukungalaleli kwesintu. Angazi ukuthi kungani. Kubonakala sengathi ngazonda abantu ukusuka ekuqaleni, kodwa ngiyabazwela kakhulu. Ngakho umuntu ubheka Kimi ngezinhliziyo ezimbili, ngoba ngiyamthanda umuntu, futhi ngiyamzonda umuntu." Ubani phakathi kwabo okhombisa ukuqonda uthando Lwami?