Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhanya. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukukhanya. Bonisa konke okuthunyelwe

8.7.18

Isahluko 11.Ukulungisa Imvelo Nokwenza Iqiniso

  1. Ukuhlobana Phakathi KobuntuNamandla Okwenza Iqiniso

  Abantu bathi ukwenza iqiniso kuyinto enzima kakhulu. Pho kungani abanye abantu bekwazi ukwenza iqiniso? Abanye bathi kungenxa yokuthi bamukele ngemvelo ukusebenza koMoya oNgcwele ukuze usebenze kubo, nokuthi futhi ngokwemvelo bafanelekile. Le mpikiswano iyawenza umqondo kancane.Abanye abantu balungile ngokwemvelo; bayakwazi ukusebenzisa iqiniso.