31.3.18
Ukwazi Izigaba Ezintathu Zomsebenzi KaNkulunkulu Kuyindlela Yokwazi UNkulunkulu
Umsebenzi wokuphatha isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu, okusho ukuthi umsebenzi wokusindisa isintu uhlukaniswe waba izigaba ezintathu. Lezi zigaba ezintathu azihlanganisi umsebenzi wokudala umhlaba, kodwa kunalokho izigaba ezintathu zeNkathi Yomthetho, iNkathi Yomusa, kanye neNkathi Yombuso. Umsebenzi wokudala umhlaba kwabe kuwumsebenzi wokudala sonke isintu.
30.3.18
Ababi Kumele Bajeziswe
29.3.18
Isahluko 6
UNkulunkulu USomandla uthi:
"Ezindabeni eziphathelene nezomoya, kumele nibe nozwelo ngempela; emazwini Ami kumele nilalelisise ngempela. Kumele nilwele ukufinyelela esigabeni lapho uzobona khona uMoya Wami nobumina obuyinyama, amazwi Ami nobumina obuyinyama, njengento eyodwa ephelele engehlukaniswe, ukuze bonke abantu bezokwazi ukungigculisa ebukhoneni Bami.
28.3.18
Isahluko 21
"Umuntu uwela ekukhanyeni Kwami, abambelele ngenxa yensindiso Yami. Ngenkathi ngiletha insindiso emhlabeni jikelele, umuntu ubezama ukuthola izindlela zokungena phakathi kokubuyisana Nami, nokho baningi abamukile bangatholakala ngalezi zikhukhula zokubuyisana; baningi abaminzile bacwila emanzini ezikhukhula; kanti baningi futhi abema baqina phakathi kwazo izikhukhula; abangazange balahlekelwe yindlela yabo ababambelela belandela umsinga kuze kube yinamuhla. Nginyathela ngiya phambili nomuntu kodwa akakangazi; wazi kuphela izingubo engizigqoke ngaphandle futhi akayazi ingcebo efihlwe ngaphakathi Kwami.
Ukubona Ukubonakala KukaNkulunkulu Ekwahluleleni Nasekusoleni Kwakhe
Ukukhonza Kwenkolo Kumele Kususwe
Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. Injongo Yakhe ukufeza intando Yakhe nokuqiniseka ngokuthi umsebenzi Wakhe emhlabeni uthela kahle izithelo.
27.3.18
God Is the Strength of My Life | “EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU” | Zulu Full english movie
Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)