28.2.18

Labo Abangahambisani NoKristu Impela Bangabaphikisana NoNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Bonke abantu bafisa ukubona ubuso bukaJesu bangempela futhi bafisa ukuba Naye. Ngikholwa ukuthi akukho namunye kubafowethu noma odadewethu ongathi akazimisele ukumbona noma ukuhlala noJesu. Ngaphambili kokuthi umbone uJesu, okungukuthi, ngaphambili kokubona uNkulunkulu osesimweni somuntu, uyoba nemicabango eminingi, isibonelo nje, mayelana nokubukeka kukaJesu, indlela akhuluma ngayo, indlela Yakhe yokuphila, njalo njalo.

INkathi Yombuso YiNkathi Yezwi

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  ENkathini Yombuso, uNkulunkulu usebenzisa izwi ukungenisa inkathi entsha, ukuguquka izindlela zomsebenzi Wakhe, nokwenza umsebenzi waso sonke isikhathi. Lesi yisimiso uNkulunkulu asebenza ngaso eNkathini Yezwi. be yinyama womuntu ukuze akhulume ngezindlela ezahlukene, ehlomisa umuntu ukuthi abone uNkulunkulu ngeqiniso, oyiZwi elivela enyameni, nangobuhlakani nezimangaliso Zakhe. Umsebenzi onjalo wenzelwe ukufinyelela kangcono emigomweni yokunqoba umuntu, yokumphelelisa, neyokumsusa.

27.2.18

Isahluko 38

Ngokuya ngokhondolo lwemvelo yesintu, okungubuso boqobo besintu, obukwazile ukuqhubeka kuze kube yimanje bekungeyona into elula, futhi kungenxa yalokhu amandla amakhulu kaNkulunkulu eye abonakala. Ngokusekelwe ngokuthe ngqo enyameni nesenkohlakalweni kadrako omkhulu obomvu kuze kube manje, uma bekungekhona ukuholwa uMoya kaNkulunkulu ngabe ukuphi umuntu namuhla? Umuntu akakufanele ukuza phambi kukaNkulunkulu, kodwa uthanda isintu ngenxa yokuphatha Kwakhe nokuthi umsebenzi wakhe omkhulu ufezeke ngaphambi kwesikhathi eside kakhulu.

Christian Video | The Best Decision of My Entire Life—Accepting Almighty God’s Work of the Last Days



Since Almighty God began His work of the last days in China, more and more people have come to spread and bear witness to His words. Almighty God’s end-time work long ago expanded outside of China’s borders, and His words have been translated into many different languages and published online.

26.2.18

Izexwayiso Ezintathu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Njengekholwa likaNkulunkulu, akumele wethembeke kunoma ubani omunye ngaphandle Kwakhe kukho konke futhi kumele ukwazi ukuhambisana nentando yakhe kuzo zonke izinto. Noma kunjalo, nakuba wonke umuntu eyiqonda le mfundiso, la maqiniso asobala futhi avamile, ngokumuntu, awabonakali ngokugcwele kuye, ngenxa yobunzima bakhe obehlukene, njengokungazi, ukungabi nangqondo nenkohlakalo.

Isahluko 36

Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla, amehlo womabili enamathele Kimi, kungathi iso lakhe liqaphele isitha—kukulesi sikhathi kuphela lapho ngizwa khona ukubuna kwakhe.

25.2.18

Isahluko 35

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Kulezi zinsuku, bonke abantu, ngamazinga ahlukahlukene, bafinyelele ekuthini basolwe. Njengoba uNkulunkulu ethi, “Ngiya phambili nabantu beseceleni Kwami.” Lokhu kuliqiniso lempela, kodwa abantu abakakakwazi ukuliqonda ngokwempela leli phuzu. Ngaleso sizathu, ingxenye yomsebenzi kwasebewenzile kube ngongenasidingo. UNkulunkulu wathi, “Ngiyabesekela futhi ngibanikeze ngokuvumelana nbunjalo babo.