10.10.19

Gospel Choir “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Gospel Choir “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni”Ukubuka Kungakabonwa: Ukungenisa Nge-Tap Dance


Umbukiso omangazayo we-tap dance wokwamukela umbuso! Inkathi entsha egujwa yibo bonke isifikile ekugcineni! Umculo wekhwaya enkulu yamaKristu, “Ihubo Lombuso: Umbuso Wehlela Emhlabeni,” uyeza masinyane!

4.10.19

Isivunguvungu Esadaleka Ekhaya Ngodaba LwaseZhaoyuan Lomhla ka- 28 kuMeyi

ukwambula iqiniso,ukulunga kukaNkulunkulu

u-Enhui, eChina

Ngingowesifazane ojwayelekile wasemakhaya, futhi ngangivame ukusindwa yimithwalo enzima yekhaya. Ngenxa yalokhu, omoya wami waba yinto enobudlova kakhulu, futhi mina nomyeni wami sasihlala sixabana nsuku zonke. Impilo yethu yayingakwazi ukuqhubeka ngalolo hlobo. Noma nini lapho ngibhekene nokuhlupheka, ngangiye ngimemeze ngithi, “Mazulu! Ngicela ningisindise!” Ngo-2013, umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina wangena kimi.

27.9.19

Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Gospel choir song | "Kingdom Anthem: The Kingdom Descends Upon the World" | Extended Preview


Ihubo lombuso elinyakazisayo selizwakele, limemezela ukufika kukaNkulunkulu phakathi  kwabantu emhlabeni wonke! Umbuso kaNkulunkulu usufikile! Zonke izinkanyezi ziyadansa, zonke izinto ziyathokoza, bonke abantu bayahalalisa! Yonke into kuwo wonke amazulu ichichima injabulo. Yiziphi lezi zimo zenjabulo ezithathekisayo?

24.9.19

Sengiyakwazi Ukuhlukanisa Phakathi KukaKristu Wangempela NoKristu Bamanga

unkulunkulu uthando,umusa kaNkulunkulu

UChuanyang. eMelika

Ngo-2010, ubusika eMelika bangenza ngagodola kakhulu. Ngaphezu kokubanda okuhlabayo kudalwa inhlanganisela yomoya nokukhithika, okwakukubi nakakhulu ukuthi inhliziyo yami yayingenelwe futhi yahlaselwa “yigagasi elibandayo” Kulabo kithina abasebhizinisini lokuhlobisa ezindlini, ubusika yisikhathi esinzima kakhulu sonyaka, ngoba uma ubusika buqala uba mncane kakhulu umsebenzi. Sibhekana nokulahlekelwa nayimisebenzi yethu.

19.9.19

22. Kuyini ukulandela umuntu?

ukwambula iqiniso,iphimbo likaNkulunkulu

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Abanye abantu abajatshuliswa iqiniso, abajatshuliswa nakakhulu ukwahlulelwa. Kunalokho, bajatshuliswa ukuba namandla nengcebo; abantu abanjalo bathathwa njengabathanda ubukhulu. Bafuna ngokukhethekile lawo mahlelo emhlabeni anamagalelo nabefundisi nothisha abavela emakolishi okufundela ubufundisi. Ngaphandle kokwamukela indlela yeqiniso, banokungabaza futhi abakwazi ukuzinikela ngokugcwele.

14.9.19

21. Kuyini ukulandela uNkulunkulu?

ukwazi intando kaNkulunkulu,landela
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Okubaluleke kakhulu ekulandeleni uNkulunkulu ukuthi konke kumele kuye ngokwamazwi kaNkulunkulu: Noma ngabe uphokophelela ukungena ekuphileni noma ukugcwalisa intando kaNkulunkulu, yonke into kumele igxile emazwini kaNkulunkulu.

9.9.19

17. Yini uKristu wamanga? Ubonakala kanjani uKristu wamanga?

umsebenzi kaNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Uma umuntu ezibiza ngoNkulunkulu ebe engakwazi ukubonakalisa ubuNkulunkulu bakhe, enza umsebenzi kaNkulunkulu Uqobo, akunakungatshazwa ukuthi akasiye uNkulunkulu, ngoba akanawo umongo kaNkulunkulu, futhi lokho uNkulunkulu angakwazi ukukufeza akukho ngaphakathi kuye.