9.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu


Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu

Egcwele ububi nokuphinga, amadolobha amabili amakhulu aseSodoma naseGomora achukuluza isimo sikaNkulunkulu. UNkulunkulu wadedela isibabuli nomlilo kuvela emazulwini, kwangqongqisa amadolobha nabantu ababephakathi kuwo baba ngumlotha, futhi wabashabalalisa ngaphakathi kolaka Lwakhe…. Buka isiqephu sebhayisikobho esithi Ukubhujiswa KweSodoma neGomora NguNkulunkulu ukuze uthole okwengeziwe ngesimo sikaNkulunkulu esinolaka, esingoniwa nesexwayiso Sakhe ezizukulwaneni ezizayo.

8.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho


Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Unikeza Umthetho

Emuva kokuba uMose ehole ama-Israyeli aphuma eGibhithe, uNkulunkulu wamemezela imithetho nemiyalelo, eyaqondisa impilo yama-Israyeli emhlabeni futhi yafundisa abantu indlela yokukhonza uNkulunkulu. Le mithetho nemiyalelo ayiqondisanga ama-Israyeli kuphela, kodwa yafundisa futhi yanikeza indinganiso yokwakha imithethosisekelo yezizukulwane ezilandelayo, ibeka isisekelo sezinhlelo zomthetho zesintu sesikhathi esizayo.

7.12.18

Best Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)


Best Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphatha KukaNkulunkulu Kuhlala Kuya Phambili (Zulu Subtitles)

Lapho okhokho besintu, u-Adamu no-Eva, bekhohlakaliswa nguSathane, uNkulunkulu waqala ukuphatha Kwakhe insindiso yesintu. Kusuka kuleso sikhathi, usebenze ngokungaphezi: UNkulunkulu wamemezela imithetho yokuqondisa isintu, futhi wazifikela mathupha phakathi kwabantu ukuze abethelwe futhi ahlenge isintu, futhi ezinsukwini zokugcina, uNkulunkulu uqhuba umsebenzi Wakhe, egcwalisa iziphrofetho zeBhayibheli: “Ngiyonilungisela indawo.”

6.12.18

Best South African Gospel Song “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)


Best South African Gospel Song “UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe Empumalanga” Amukela Ukubuya kweNkosi uJesu (Zulu)

I
UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

5.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo


Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kwe-United States of America Kanye Nomsebenzi Wayo

Esisekelweni sokubambelela emigomweni yayo yokusungulwa yenkululeko, intando yeningi, nokulingana … I-US ibambe iqhaza elibalulekile ekusimamiseni isimo somhlaba wonke kanye nokuzinzisa ukuhleleka komhlaba. Leli qhaza alinakuthathelwa ngokunye isikhundla ekuvikelweni nasekusimamisweni kwesimo somhlaba wonke.

4.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma


 Gospel Movie Clip - "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma

UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

3.12.18

Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu


 Gospel Movie Clip "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu

Yini eyadala ukuphakama koMbuso wamaNgisi owake wanedumela? Futhi yini eyaholela ekuweni kwawo? Buka isiqephu sebhayisikobho yobuKristu esithi Ukuphakama Kombuso WamaNgisi Uqhuba Ukuthuthuka Kwesintu ukuze uthole okwengeziwe ngeqhaza elibalulekile uMbuso wamaNgisi owalibamba ekuthuthukeni kwesintu.