17.4.18

Christian Video 2018 | Amazing Grace of God | “Woe or Blessing” | Can Money Buy Happiness?



Because she came from an impoverished family, from an early age Du Juan was determined to make a lot of money to live a better life. In order to realize this aim, she left school early on to do manual work, whatever she could do to earn money. She did not complain when the work was hard and tiring.

16.4.18

INkosi UJesu Yabuya | Ukwethulwa kwe-App Yebandla LikaNkulunkulu USomandla



Ukwethulwa kwe-App Yebandla LikaNkulunkulu USomandla
Unyazi LwaseMpumalanga, uNkulunkulu uSomandla ungukubuya okwesibili kweNkosi uJesu. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuthi uNkulunkulu usevelile! Siyabamukela bonke abafuna iqiniso ukuba beze lapha bazobona.

14.4.18

Umehluko Phakathi Kwenkonzo KaNkulunkulu Onesimo Somuntu kanye Nomsebenzi Womuntu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukuba senyameni

Kumele ufinyelele ekwazini umbono womsebenzi kaNkulunkulu futhi ubambe indlela ejwayelekile umsebenzi Wakhe ohamba ngayo. Lokhu wukungena ngendlela elungile. Uma sewazi amaqiniso ngokuphelele ngombono, ukungena kwakho kuzovikeleka ngempela; noma umsebenzi Wakhe ungashintsha kangakanani, awuzukushintsha enhliziyweni yakho, ucaceleke ngombono, futhi uzoba nomgomo ngokungena kwakho kanye nalokho okulandelayo.

Los Angeles North Hollywood KaPow Intergalactic Film Festival Musical Xiaozhen's Story Wins Award



Xiaozhen's Story, a musical by The Church of Almighty God, has been the object of much attention and praise since its 2015 release, winning multiple awards at international film festivals.

Indaba Eyiqiniso Ngomsebenzi Wenkathi Yokuhlengwa·

Lonke uhlelo Lwami lokuphatha, uhlelo oluhlanganisa iminyaka eyizinkulungwane eziyisithupha, lunezigaba ezintathu, noma izinkathi ezintathu: Inkathi yoMthetho ekuqaleni; Inkathi yoMusa (ephinde yaziwe ngokuthi Inkathi yokuHlengwa); neNkathi yoMbuso ezinsukwini zokugcina. Umsebenzi Wami kulezi zinkathi ezintathu wehluka kokuqukethe ngokohlobo lwenkathi ngayinye, kodwa esigabeni ngasinye uhambisana nezidingo zomuntu—noma ukuqonda ngqo, wenziwa ngokwamaqhinga asetshenziswa uSathane empini engiyilwa naye. 

13.4.18

Best Christian Family Movie “Where Is My Home” | God Gave Me a Happy Family



Wenya’s parents separated when she was two, and after that she lived with her father and stepmother. Her stepmother couldn’t stand her and was always arguing with her father. He had little choice—he had to send Wenya to her mother’s house, but her mother was fully focused on running her business and didn’t have any time to take care of Wenya, so she was often shuttled off to her relatives’ and friends’ homes to be fostered.

Umsebenzi KaNkulunkulu Kanye Nomsebenzi Womuntu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Phakathi komsebenzi owenziwa umuntu ungakanani umsebenzi kaMoya oNgcwele futhi umuntu unolwazi olungakanani? Ngisho kumanje, kungathiwa abantu abakayiqondi le mibuzo, imbangela ukuthi abantu abayiqondi imiyalo uMoya oNgcwele osebenza ngayo. Umsebenzi womuntu engikhuluma ngawo, empeleni, kushiwo umsebenzi walabo abanoMoya oNgcwele noma labo abasetshenziswa uMoya oNgcwele.