Kusukela ekuqaleni komsebenzi wakhe endaweni yonke, uNkulunkulu wanqumela kusengaphambili abantu abaningi ukuba bamkhonze, kuhlanganisa abantu abavela kuzo zonke izizinda zokuphila. Injongo Yakhe ukufeza intando Yakhe nokuqiniseka ngokuthi umsebenzi Wakhe emhlabeni uthela kahle izithelo.
27.3.18
God Is the Strength of My Life | “EBUSIKA OBUBANDA KAKHULU” | Zulu Full english movie
Igama lakhe uXiao Li. Sekuphele ishumi leminyaka ekholelwa kuNkulunkulu. Ebusika bango-2012, waboshwa amaphoyisa eKhomishana YamaShayina esebandleni. Phakathi nophenyo, amaphoyisa ayemyenga, emsabisa, emlimaza futhi emhlukumeza ngoba ezama ukumenza adumaze uNkulunkulu ngokuthi adalule ukuthi bakuphi abaholi bebandla kanye nemali yebandla.
26.3.18
Labo Abathanda UNkulunkulu Bayophila Phakathi Kokukhanya Kwakhe Ingunaphakade
Ingqikithi yokukholelwa kwabantu abaningi kuNkulunkulu iwukuqiniseka ngenkolo: Abanawo amandla okuthanda uNkulunkulu, bakwazi kuphela ukumlandela njengerobhothi, abakwazi ukulangazelela uNkulunkulu ngeqiniso noma ukumdumisa.Bamane bamlandela ngokuzenzakalelayo.
Amalebula:
Amazwi KaNkulunkulu USomandla,
IBandla likaNkulunkulu uSomandla,
iqiniso,
uJesu,
uNkulunkulu,
UNyazi LwaseMpumalanga
24.3.18
Ingabe Usuyaphila?
“Lapho usuzuze ukuphila ubuntu obujwayelekile, futhi uye wapheleliswa, nakuba ungenakukwazi ukukhuluma isiprofetho, noma ezinye izimfihlakalo, uzophila futhi uzokwambula isithombe somuntu. UNkulunkulu wadala umuntu, ngemva kwalokho umuntu wonakaliswa uSathane, futhi lokhu konakala kwenze abantu baba “yizidumbu”—futhi lapho usushintshile, uyohluka kule mizimba efile.
22.3.18
God's Will Is Carried Out on Earth "Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu" Christian Dance
Umbuso KaKristu Usufeziwe Phakathi Kwabantu
I
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza.
UNkulunkulu uSomandla ubhekene nathi ubuso nobuso.
UNkulunkulu enimomele, uNkulunkulu engimlindele,
namuhla uvela kithi ngokoqobo.
Silifunile iqiniso, silangazelele ukulunga;
iqiniso nokulunga sekufikile phakathi kwabantu.
UNkulunkulu uSomandla osesimweni somuntu
uvela ezinsukwini zokugcina eMpumalanga,
njengelanga nje elinokulunga liphuma;
isintu sesikubonile ukukhanya kweqiniso kuvela.
UNkulunkulu onokulunga futhi onobukhosi, onothando nomusa
ngokuzithoba uzifihle phakathi kwabantu,
ekhipha iqiniso, ekhuluma futhi esebenza.
UNkulunkulu uSomandla ubhekene nathi ubuso nobuso.
UNkulunkulu enimomele, uNkulunkulu engimlindele,
namuhla uvela kithi ngokoqobo.
Silifunile iqiniso, silangazelele ukulunga;
iqiniso nokulunga sekufikile phakathi kwabantu.
21.3.18
Ukuba Nesimo Esingaguquki Ukuba Yisitha SikaNkulunkulu
Ngemva kweminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa zenkohlakalo, umuntu waba ndikindiki wangahlakanipha, waba idimoni eliphikisa uNkulunkulu kangangokuba ukuhlubuka komuntu kuNkulunkulu kuqoshwe ezincwadini zomlando kanti umuntu ngokwakhe akakwazi ukunikeza izizathu ezanele zalokhu kuhlubuka kwakhe – ngoba umuntu wonakaliswe kakhulu uSathane, wadukiswa nguSathane kangangokuthi akazi nokuthi abheke ngaphi.
20.3.18
【Full conference】Religious Persecution and the Human Rights of Refugees
Religious Persecution and the Human Rights of Refugees
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)