13.2.18

Isahluko 27

"Namuhla, amazwi kaNkulunkulu asefike esicongweni sawo, okusho ukuthi, ingxenye yesibili yenkathi yokwahlulela isifike ovuthondabeni. Ngalesi sikhathi, iphimbo likaNkulunkulu seliguqukile, alisabhuqi futhi alisancokoli, futhi alisashayi, alisaqalekisi; uNkulunkulu uselithambisile iphimbo lamazwi Akhe.Manje, uNkulunkulu uqala “ukushintshanisa imizwa” nomuntu.

12.2.18

“Indaba kaXiaozhen” (5) – Impilo kwi-Ballroom | Musical Drama



Esephila kwimaskhi uXiaozhen kancane kancane wadliwa wagwinywa yileli zwe. Walahlekelwa isithunzi sakhe phakathi kwezindlela ezimbi zaleli zwe elikhohlakele…

The Love of God Awakens My Heart | "Indaba kaXiaozhen" (6) - Ebuya |



UNkulunkulu uSomandla uthi, “Uma uzizwa ukhathele, futhi uma uqala ukuzwa isizungu, isizungu yaleli zwe. Ungadideki, Ungakhali. UNkulunkulu uSomandla, uMlindi, uyokwamukela ukufika kwakho noma nini. Useceleni kwakho ubhekile, elindele ubuyele emuva. Ulindele usuku lapho ingqondo yakho isanguluka …” (Izwi Livela Lisenyameni). Njengoba uXiaozhen esesele nemihuzuko eshaywe umhlaba wazinikela osizini, uthando lukaNkulunkulu uSomandla lwafika kuye inhliziyo yakhe yase ivuswa. …

11.2.18

Ukubuyisela Impilo Ejwayelekile Yomuntu Nokumhambisa Endaweni Emangalisayo Okuphokophelwe Kuyo

umusa kaNkulunkulu,unkulunkulu uthando

Umuntu uyaqonda kancane ngomsebenzi wanamuhla nomsebenzi wangesikhathi esizayo, kodwa akaqondi ekupheleni lapho isintu sizongena khona. Njengesidalwa umuntu kufanele enze umsebenzi wesidalwa: Umuntu kufanele alandele uNkulunkulu kunoma yini ayenzayo; futhi kufanele wenze nganoma iyiphi indlela engikutshela ngayo.

Isahluko 26

Kuwo wonke amazwi akhulunywa uNkulunkulu, kuyabonakala ukuthi usuku lukaNkulunkulu luyasondela usuku ngosuku. Kusengathi lolu suku selulapha phambi kwamehlo abantu, sengathi luzofika kusasa. Ngalokhu, emva kokufunda amazwi kaNkulunkulu, bonke abantu bashaywa uvalo, futhi banomuzwa wencithakalo yomhlaba.

Christians Join Peace Day Torchlight Parade Calling for Attention to Immigrants and Refugees



On January 20 in Rho, Italy, when the 2018 World Immigrant and Refugee Day was just over, led by the mayors of various cities in Milan, more than 100 people holding peace symbolizing torches took to the streets and called for the public to pay attention to world peace, embrace and help with love immigrants and refugees that come to Italy, in order to create a peaceful society together.

Izahluko 24 no-25

  Ngaphandle kokufunda ngokucophelela, akunakwenzeka ukuthola okuthile emazwini alezi zinsuku ezimbili; eqinisweni, bekufanele ngabe akhulunywe usuku olulodwa, kodwa uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili. Okusho ukuthi, amazwi alezi zinsuku ezimbili enza into eyodwa ephelele, kodwa ukwenzela ukuthi kube lula kubantu ukuba bawamukele, uNkulunkulu uwahlukanisele izinsuku ezimbili ukunika abantu ithuba lokuphefumula.