Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula insindiso kaNkulunkulu. Bonisa konke okuthunyelwe

9.8.19

Umsebenzi Wokusabalalisa IVangeli Umsebenzi Futhi Wokuhlenga Umuntu

ivangeli,umusa kaNkulunkulu

Bonke abantu badinga ukuqonda inhloso yomsebenzi Wami emhlabeni, okungukuthi, injongo yokugcina yomsebenzi Wami kanye nezinga ekumele ngifinyelele kulo kulo msebenzi ngaphambi kokuba ungaqedwa. Uma, emva kokuhamba nami kuze kube kulolu suku, abantu bengaqondi ukuthi umsebenzi Wami umayelana nani, lokho akusho ukuthi bekuyize ukuhamba Nami? Abantu abahamba Nami kumele bayazi intando Yami.

28.7.19

Ukube Angisindiswanga NguNkulunkulu

insindiso kaNkulunkulu,unkulunkulu uthando

ULingwe, eJaphanelp

Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisaqhubeka nokukhukhuleka nale lizwe, ngilwa kanzima nakabuhlungu esonweni; usuku nosuku ngifiphazeke futhi ngingenathemba. Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe ngisanyathelwe ngaphansi kwezinyawo zikadeveli, ngibanjwe esonweni nasezinjabulweni zaso, nginganaki ukuthi ukuphila kwami kuyoba njani. Ukube angisindiswanga uNkulunkulu, ngabe anginazibusiso ezilapha namuhla, ingasaphathwa eyokwazi ukuthi kufanele siphile kanjani noma injongo yokuphila kwethu.

23.7.19

Ngaloluya Suku Isibhakabhaka Sasicace Futhi Sinelanga Ngokukhethekile

insindiso kaNkulunkulu,ukukholwa kuNkulunkulu

UTian Ying, eChina

Ngangikade ngiyikholwa leBandla i-Three-Self eChina. Ngenkathi ngiqala ukuzibandakanya emibuthanweni, abefundisi babevame ukuthi kithina: “Bafowethu nodadewethu, kulotshiwe eBhayibhelini ukuthi: ‘Ngoba ngenhliziyo umuntu uyakholwa kube ukulunga; futhi ngomlomo ukuvuma kuyenziwa kube insindiso’ (Rom 10:10). Silungisiwe ngenxa yokholo lwethu. Njengoba sikholwa kuJesu, sesisindisiwe.

10.5.18

UNkulunkulu Nomuntu Bayongena Ndawonye Ekuphumuleni

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ekuqaleni, uNkulunkulu wayephumule. Ngaleso sikhathi kwakungekho bantu noma kungekho nanoma yini enye emhlabeni, futhi awukho umsebenzi uNkulunkulu ayesewenzile. Umsebenzi kaNkulunkulu wokuqondisa wawuqala ngesikhathi kuba khona abantu nangesikhathi abantu bonakaliswa. Kusukela lapho, uNkulunkulu akabange esaphumula kodwa esikhundleni salokho waqala ukuba matasa phakathi kwabantu. Ukukhohlakala kwabantu okwayekisa uNkulunkulu ukuphumula, kwaphinde kwaba ukuhlubuka kwengelosi enkulu okwayekisa uNkulunkulu ukuphumula.

15.3.18

Ingabe Wethembeke Kubani?

    “Usuku ngalunye eniluphilayo nenidlula kulo njengamanje lubucayi futhi lubaluleke kakhulu esiphethweni senu kanye nasekusaseni lenu, ngakho kumele nikwazise konke eninakho ngawo wonke umzuzu odlulayo. Kumele nisisebenzise kahle isikhathi senu ukuze nizinike inzuzo enkulu, ukuze ningayiphileli ize le mpilo.