29.4.18

South African Best Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" Iculo LamaKristu




South African Best Gospel Song "UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu" Iculo LamaKristu

UNkulunkulu Ufika Ngokuthula Phakathi Kwethu
UNkulunkulu uthule, futhi akaze abonakale kithi,
nokho umsebenzi Wakhe awukaze ume.
Ubheka wonke amazwe, futhi ulawula zonke izinto,
aphinde abheke onke amazwi kanye nezenzo zomuntu.

Zulu Latest Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu”


Zulu Latest Gospel Song "UnguNkulunkulu Wethu”

I
Akekho ngaphandle Kwakhe owazi esikucabangayo.
Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe. Akekho omunye owazi ingqikithi nemvelo yethu njengentende yesandla sakhe.
Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele. Akekho omunye ongahlulela ukuhlubuka komuntu noma izindlela zakhe ezonakele.
Akekho ongakhuluma nathi noma asebenze kithi kanje egameni likaNkulunkulu osezulwini.

28.4.18

Ungakunaka Kanjani Ukuthunywa Kwakho Kwesikhathi Esizayo

  Ungakwazi yini ukuveza isimo sikaNkulunkulu wesikhathi ngolimi olufanele olunokubaluleka kwenkathi? Uma ubheka odlule kukho emsebenzini kaNkulunkulu, ngabe ungasichaza ngemininingwane isimo sikaNkulunkulu?Ungasichaza kanjani ngokuyikho, ngendlela efanele? Ukuze ngalokhu, abanye bafunde ngodlule kukho.

Baningi Ababiziweyo, Kepha Bayingcosana Abakhethiweyo

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Baningi engiye ngabafuna emhlabeni ukuze babe abalandeli Bami. Phakathi kwabo bonke laba balandeli, kunalabo abangabapristi, labo abaholayo, labo abangamadodana, labo abayingxenye yabantu, kanye nalabo abenza umsebenzi. Ngibahlukanise baba yilezi zigaba ezahlukene ngokusekelwe ebuqothweni ababubona Kimi. Lapho bonke abantu sebehlukaniswe ngokohlobo lwabo, lokho kusho ukuthi, lapho sekwembulwe bonke ubuntu bomuntu, kuyofanele ngibale wonke umuntu ngokohlobo lwakhe olufanele, futhi ngibeke uhlobo ngalunye endaweni yalo efanele ukuze ngibone injongo Yami yokusindisa isintu.

27.4.18

South African Gospel Song “Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu”




South African Gospel Song “Ukubaluleka Kokuphatha KukaNkulunkulu Isintu”
I
Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhulekelayo nesilalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi.
Ukuphatha kukaNkulunkulu ngokokuzuza isintu esimkhonzayo nesimlalelayo.
Nakuba bonakaliswe nguSathane, abasambizi ngobaba, abasambizi;
bayabazi ububi bukaSathane, ngakho bayamchitha, ngakho bayamchitha.

26.4.18

Willy Fautré: South Korea Should Give Refugee Status to Asylum Seekers of The Church of Almighty God



Willy Fautré: South Korea is a democratic country, like all the members of the European Union, like the United States and many others. So, they should abide by international law. They have signed and ratified a number of international standards. And, they should not send back those 150 people of The Church of Almighty God to China.

24.4.18

Best Way to Know God | Praise and Worship "Gospel Choir 17th Performance"



Best Way to Know God | Praise and Worship "Gospel Choir 17th Performance"

The Chinese Choir Episode 17 of the Church of Almighty God starts in a quiet and solemn atmosphere. A sonorous and powerful hymn, The Symbol of God’s Disposition, extols God’s righteous and holy disposition and His just, good and beautiful substance, singing out the reverence and admiration of God’s chosen people for the Creator.