Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:
“Akubona bonke abathi kimi, Nkosi, Nkosi abazongena embusweni wezulu; kodwa lowo owenza intando kaBaba osezulwini” (Mathewu 7:21).
“... kufanele nibe ngcwele, ngoba Mina ngingcwele” (Lev 11: 45).
Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:
Yize uJesu enza umsebenzi omningi kubantu, waqeda kuphela ukuhlengwa kwabantu waba umnikelo wezono zabantu, wangasisusa isimo senkohlakalo yomuntu.
25.1.19
23.1.19
Inhloso Engemuva Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina
Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | “Inhloso Engemuva Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina”
I
Kusukela ekudalweni kuze kube manje, ezinsukwini zokugcina kuphela,
uNkulunkulu ube senyameni ukuzokwenza umsebenzi omkhulu kakhulu.
I
Kusukela ekudalweni kuze kube manje, ezinsukwini zokugcina kuphela,
uNkulunkulu ube senyameni ukuzokwenza umsebenzi omkhulu kakhulu.
21.1.19
Lowo Ongukuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Uyophatha Ingqikithi KaNkulunkulu
Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | Lowo Ongukuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu Uyophatha Ingqikithi KaNkulunkulu
I
Ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu kuyomela ingqikithi nokuvezwa kukaNkulunkulu.
Futhi lapho esenziwe inyama uyoletha umsebenzi awunikeziwe
ukuveza lokhu ayikho, alethe iqiniso kubo bonke abantu,
abanike ukuphila futhi abakhombise indlela.
I
Ukuba sesimweni somuntu kukaNkulunkulu kuyomela ingqikithi nokuvezwa kukaNkulunkulu.
Futhi lapho esenziwe inyama uyoletha umsebenzi awunikeziwe
ukuveza lokhu ayikho, alethe iqiniso kubo bonke abantu,
abanike ukuphila futhi abakhombise indlela.
19.1.19
Igunya Nokubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu
Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | “Igunya Nokubaluleka Kokuba Sesimweni Somuntu KukaNkulunkulu”
I
Isiqu somuntu, ulwazi, uthando, nokwethembeka, ukulalela, nakho konke umuntu akubonayo
kusuke ekwahluleleni kwezwi.
Ukukholwa kwakho kumi ngenxa yezwi Lakhe.
I
Isiqu somuntu, ulwazi, uthando, nokwethembeka, ukulalela, nakho konke umuntu akubonayo
kusuke ekwahluleleni kwezwi.
Ukukholwa kwakho kumi ngenxa yezwi Lakhe.
17.1.19
Isixwayiso Kulabo Abangalenzi Iqiniso
Labo phakathi kwabafowethu nodadewethu, abahlale beveza ububi babo bayizinceku zikaSathane futhi bayaliphazamisa ibandla. Laba bantu ngelinye ilanga kumele baxoshwe futhi basuswe. Ekukholweni kwabo kuNkulunkulu, uma abantu ngaphakathi kubo bengabi nenhliziyo ehlonipha uNkulunkulu, uma bengabi nenhliziyo elalela uNkulunkulu, ngeke bagcine nje ngokungakwazi ukwenzela uNkulunkulu noma yimuphi umsebenzi, kodwa kunalokho bayoba abantu abaphazamisa umsebenzi kaNkulunkulu futhi abedelela uNkulunkulu.
15.1.19
Ezinyathelweni Zomsebenzi KaNkulunkulu
Ngaphandle, kubukeka sengathi izinyathelo zomsebenzi kaNkulunkulu kulesi sigaba seziphelile, nokuthi isintu sesisitholile kakade isahlulelo, ukusola, ukushaywa, nokucwengwa kwamazwi Akhe, futhi sesidlule ezinyathelweni ezifana nokulingwa kwabenzi benkonzo, ukucwengwa kwangezikhathi zokusola, ukulingwa ngokufa, ukulingwa ngokunqotshwa, kanye nezikhathi[a] zokuthanda uNkulunkulu.
13.1.19
3. Yini umehluko phakathi kwempilo yebandla Ngenkathi Yomusa nempilo yebandla Ngenkathi Yombuso?
“Futhi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wase esibusisa, futhi wasihlephula, wase esinika abafundi, futhi wathi, Thathani, nidle; lokhu kungumzimba wami. Futhi wathatha indebe, wase ebonga, futhi wabanika yona, wathi, Phuzani nonke kuyo; Ngoba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano esisha, elithululwa ngenxa yabaningi ngenxa yokuthethelelwa kwezono” (UMathewu 26:26-28).
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)