Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Impilo yeBandla. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Impilo yeBandla. Bonisa konke okuthunyelwe

19.2.19

Ukudingida Impilo Yasebandleni Nempilo Yangokoqobo

Abantu bacabanga ukuthi bakwazi kuphela ukushintsha uma bengaphakathi ebandleni labo, nokuthi uma bengaphili besebandleni, ukuguquka akwenzeki, bathi abakwazi ukufeza inguquko yeqiniso empilweni yabo abayiphilayo. Niyazi ukuthi yini ngempela inkinga kulokhu? Ngike ngakhuluma ngokuletha uNkulunkulu empilweni yomuntu yeqiniso, futhi le yindlela yalabo abakholelwa kuNkulunkulu ukuba bazi ngokweqiniso amazwi kaNKulunkulu. Empeleni, impilo yebandla yindlela nje ekhawulekile yokuba abantu babe ngabamsulwa nabangenasihla. Indawo eyisisekelo yokuba ngabantu abamsulwa nabaphelele kuseyiyo impilo uqobo lwayo.

13.1.19

3. Yini umehluko phakathi kwempilo yebandla Ngenkathi Yomusa nempilo yebandla Ngenkathi Yombuso?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,Impilo yeBandla

Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

“Futhi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wase esibusisa, futhi wasihlephula, wase esinika abafundi, futhi wathi, Thathani, nidle; lokhu kungumzimba wami. Futhi wathatha indebe, wase ebonga, futhi wabanika yona, wathi, Phuzani nonke kuyo; Ngoba lokhu kuyigazi lami lesivumelwano esisha, elithululwa ngenxa yabaningi ngenxa yokuthethelelwa kwezono” (UMathewu 26:26-28).