23.11.18

2018 Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)


South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Ebusa Phezu Kwesiqalo Nekusasa Lesintu (Zulu Subtitles)

Kusuka lapho sifika sikhala emhlabeni, siqala ukudlala izindawo ezehlukene empilweni. Sisuka ekuzalweni siye ebudaleni siye ekuguleni siye ekufeni, sihamba phakathi kokujabula nosizi.… Sivelaphi ngempela isintu, futhi sizoya kuphi ngempela?

22.11.18

UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga



I

UNkulunkulu unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli
wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.

21.11.18

Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"


Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"

Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini “Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam”
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.

20.11.18

Gospel Movie Clip“Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” – Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma


Gospel Movie Clip“Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” – Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma

UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.

19.11.18

Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili

Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"

I

Umsebenzi kaNkulunkulu uqhubekela phambili;

Nakuba inhloso isele ingaguqukile,

indlela yomsebenzi Wakhe ilokhu iguquka,

futhi kuba njalo nakulabo abamlandelayo.

Ukwanda komsebenzi owenziwa nguNkulunkulu,

kwandisa ukwazi kumuntu, amazi ngokuphelele,

kwande ukuguquka kwesimo somuntu

ngokuhambisana nomsebenzi Wakhe.

18.11.18

South African Gospel Music “Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” (Zulu Subtitles)


South African Gospel Music “Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” (Zulu Subtitles)
I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.
Abaningi bayalazi igama elithi “Nkulunkulu,” bayayazi imishwana enjengethi “umsebenzi kaNkulunkulu,”
kodwa abamazi Yena, nalokho akwenzayo ngempela.
Akumangalisi ukuthi ukholo lwabo lungubumpumputhe.

17.11.18

Okuqondene Nabo Bonke Abenza Umsebenzi Wabo

intando kaNkulunkulu,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Esimweni samanje, wonke umuntu omthanda ngeqiniso uNkulunkulu unethuba lokulungiswa NguYe. Akusho lutho ukuthi basemusha noma bamdala, inqobo uma ezinhliziyweni zabo belalela uNkulunkulu futhi bemhlonipha, yeNa uzokwazi ukubalungisa. UNkulunkulu uphelelisa abantu ngokwemisebenzi yabo ehlukahlukene. Inqobo uma usebenzise amandla akho wonke futhi wazithoba emsebenzini kaNkulunkulu uzokwazi ukupheleliswa nguYe. Njengamanje akekho noyedwa phakathi kwenu olungile.