10.5.18

Isahluko 18

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ngokuphazima kombani, isilwane ngasinye sivezwa ngobunjalo baso. Kanjalo, nabantu ngokukhanyiswa ukukhanya Kwami, baphinde babuyela esimweni sobungcwele abake baba naso. Ewu, umhlaba wakudala ogcwele inkohlakalo usuwele emanzini angcolile wazika wangena ngaphansi ekujuleni, wancibilika odakeni! Ewu, ekugcineni sonke isintu engisidalile sesize babuyela empilweni yokukhanya, sathola isisekelo sokuphila, sayeka ukubisha odakeni! Ewu, izinto eziningi zendalo ezisezandleni Zami! Zingathini, ukungenziwa busha ngamazwi Ami? Zingathini, ukuyeka imisebenzi yazo ekukhanyeni Kwami? Umhlaba awusathule du, izulu alisalahlwanga futhi alisadabukisi.

9.5.18

An Analysis of Rejections of Chinese Christians’ Asylum Applications—Professor Raffaella Di Marzio



 In recent years, the Chinese Communist Party (CCP) has continued to escalate its persecution of Protestant and Catholic home churches, and listed The Church of Almighty God as a particular target for its oppression, carrying out widespread arrests and persecution.

Isahluko 6

Izwi likaNkulunkulu,umusa kaNkulunkulu

Abantu bayadideka ngamazwi kaNkulunkulu lapho bebona ukuthi uNkulunkulu usenze isenzo esikhulukazi emkhakheni womoya, into umuntu angenakuyenza, engenziwa kuphela nguNkulunkulu uqobo. Ngalesi sizathu, uNkulunkulu uyaphinda futhi ukhipha amazwi okubezwela abantu.

Isahluko 1

Njengokuba asho uNkulunkulu ukuthi, “Akekho ongaqonda umnyombo wamazwi Ami, noma injongo yawo.” Ukube bekungekhona ukuqondiswa uMoya kaNkulunkulu, ukube bekungekhona ukufika kwamazwi Akhe, bonke bebezoshabalala ngaphansi kwesahlulelo Swakhe. Kungani uNkulunkulu evivinya umuntu isikhathi eside kangaka? Futhi kuze kube izinyanga ezinhlanu? Lokhu kuyinto eyinhloko ekuhlanganyeleni kwethu kanye nephuzu elimqoka ekuhlakanipheni kukaNkulunkulu.

8.5.18

The Church of Almighty God Attracts Notice at the Baltic Alliance for Asian Studies Conference



From April 13 to 15, 2018, the 3rd Conference of the Baltic Alliance for Asian Studies was held at the University of Latvia in Riga, Latvia with the theme of “Dynamic Asia: Shaping the Future.” Well-known scholars and professors from over 20 countries including Latvia, Estonia, Lithuania, Japan, South Korea, Italy, France, and Israel delivered lectures on topics related to lifestyles, religion, art, economics, culture, etc.

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni "


Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni

I

Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.

Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.

Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.

Uyena Yedwa, uNguNkulunkulu enyameni.

Isahluko 23

IBandla LikaNkulunkulu USomandla


Uma kuphuma izwi Lami, amehlo Ami akhipha umlilo, ngibheke umhlaba wonke, ngiqaphele umhlaba jikelele. Bonke abantu bakhuleka Kimi, babhekise amehlo abo Kimi, bekhulekela ukuba ngimise intukuthelo Yami futhi befunga ukuba abasoze baphinde bangihlubuke. Lesi akusona isikhathi esedlule; sekungesamanje. Ubani ongajikisa intando Yami? Ngempela hhayi ngomkhuleko osezinhliziyweni zabantu noma amazwi aphuma emilonyeni yabo.