8.5.18

Uthando lukaNkulunkulu Luyayinqoba Inhliziyo Yomuntu "Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni "


Ingoma Yokunamathela Okusuka Enhliziyweni

I

Uyena Yedwa, unguNkulunkulu enyameni.

Lokho akushoyo, lokho akwenzayo, konke kuyiqiniso.

Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.

Uyena Yedwa, uNguNkulunkulu enyameni.

Lokho akushoyo, lokho awenzayo, konke kuyiqiniso.

Ukuhlakanipha kwaKhe, ukulunga kwaKhe, ngikuthanda konke.

Ukuhlangana Naye, ukuba Naye, angive ngibusisekile.

Inhliziyo yaKhe, uthando lwaKhe lunginqobile.

Mnikeze uthando, ukumlandela, yeka ukuthi ngikuthanda kanjani.

Ngiyamthanda, ngizizwa kahle, ngihluphekela Yena.

Ngimtholile, ngiphilela Yena, Ngizomthanda phakade.

II

Ukumnika inhliziyo yami, kuyangijabulisa.

Ngiphilela Yena ngaso sonke isikhathi, lokhu ukuphila kwami.

Ukumthanda, ukumkhonza, kuyinto enkulu kimi.

Ayikho enye into efunwa yinhliziyo yami, nganelisekile.

Ukukhathalela intando yaKhe, imicabango yaKhe, nokukhathazeka kwaKhe.

Kuyisifiso sami ukujabulisa nokwanelisa Yena.

Ngikhonza endlini kaNkulunkulu, ngigcwalise izifungo.

Ngimlalele, ngibe qotho Kuye, ngizinikele.

Inhliziyo yaKhe, uthando lwaKhe lunginqobile.

Mnikeze uthando, ukumlandela, yeka ukuthi ngikuthanda kanjani.

Ngiyamthanda, ngizizwa kahle, ngihluphekela Yena.

Ngimtholile, ngiphilela Yena, Ngizomthanda phakade.

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Unyazi LwaseMpumalanga, IBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandla ezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila. Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelile.

Awekho amazwana:

Thumela amazwana