26.2.18

Izexwayiso Ezintathu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Njengekholwa likaNkulunkulu, akumele wethembeke kunoma ubani omunye ngaphandle Kwakhe kukho konke futhi kumele ukwazi ukuhambisana nentando yakhe kuzo zonke izinto. Noma kunjalo, nakuba wonke umuntu eyiqonda le mfundiso, la maqiniso asobala futhi avamile, ngokumuntu, awabonakali ngokugcwele kuye, ngenxa yobunzima bakhe obehlukene, njengokungazi, ukungabi nangqondo nenkohlakalo.

Isahluko 36

Kuyashiwo ukuthi uNkulunkulu uqalile manje ukusola umuntu, kodwa akekho okwazi ukukuqinisekisa lokhu, akekho onempendulo ecacile ukuthi ngabe inhloso yokuqala yokusolwa kwaKhe seyimehlele yini umuntu. UNkulunkulu uthi, “Umuntu akakaze athole lutho ekusolweni Kwami, ngoba akenzi lutho ngaphandle kokuthwala ijoka emqaleni wakhe ngazo zombili izandla, amehlo womabili enamathele Kimi, kungathi iso lakhe liqaphele isitha—kukulesi sikhathi kuphela lapho ngizwa khona ukubuna kwakhe.

25.2.18

Isahluko 35

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Kulezi zinsuku, bonke abantu, ngamazinga ahlukahlukene, bafinyelele ekuthini basolwe. Njengoba uNkulunkulu ethi, “Ngiya phambili nabantu beseceleni Kwami.” Lokhu kuliqiniso lempela, kodwa abantu abakakakwazi ukuliqonda ngokwempela leli phuzu. Ngaleso sizathu, ingxenye yomsebenzi kwasebewenzile kube ngongenasidingo. UNkulunkulu wathi, “Ngiyabesekela futhi ngibanikeze ngokuvumelana nbunjalo babo.

Kubaluleke Kakhulu Ukuqonda Isimo SikaNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

  Ziningi izinto enginethemba lokuthi nizozizuza. Nokho, izenzo zenu kanye nezimpilo zenu akuhlangabezani ngokuphelele nezidingo Zami, ngakho-ke kufanele ngiqonde ephuzwini nginichazele intando Yami. Ngenxa yokuthi ukuqonda kwenu kuphansi nokwazisa kwenu nakho kuphansi, cishe anisazi nhlobo isimo Sami kanye nobunjalo Bami, kuyinto ephuthumayo ukuthi nginazise ngalokhu. Kungakhathaleki ukuthi nina ubukuqonda kangakanani lokhu ngaphambilini noma ukuthi uzimisele ukuzama ukuqonda lezi zinto, kusamele nginichazele ngazo kabanzi.

24.2.18

Okumayelana Namagama nokuthi Ungubani

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Uma ufisa ukulungela ukusetshenziswa uNkulunkulu, kufanele wazi umsebenzi kaNkulunkulu; kufanele wazi umsebenzi awenza esikhathini esidlule (eTestamenteni Elisha neliDala), futhi ngaphezu kwalokho, kufanele wazi umsebenzi Wakhe wanamuhla. Okusho ukuthi, kufanele wazi izigaba ezintathu zomsebenzi kaNkulunkulu eminyakeni eyizi-6,000.

Isahluko 30

Abanye abantu banakho ukukhanyiseleka okuncane ngamazwi kaNkulunkulu, akekho kubo owethemba imizwa yakhe; besaba kanzulu ukuwela ekubeni nombono ophambene. Ngalokho, bebehlala beguquguquka phakathi kwenjabulo nosizi. Kuyemukeleka ukusho ukuthi izimpilo zabantu bonke zigcwele ukulila; ukuqhubela lokhu phambili, kukhona ukuhlanzwa ezimpilweni zansuku zonke zabo bonke abantu, nakuba kunjalo ngingasho ukuthi akukho noyedwa okuzuzayo ukukhululwa komoya usuku nosuku, futhi kungathi kunezintaba ezintathu ezinkulu ezicindezela amakhanda abo.

23.2.18

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (4)

   Kusho ukuthini ukupheleliswa? Kusho ukuthini ukunqotshwa? Yini umuntu okufanele ayenze ukuze anqotshwe? Futhi yini okufanele ayenze ukuze apheleliswe? Ukunqotshwa nokupheleliswa kuwumgomo womuntu osebenzayo ukuze abuyele esimweni sakhe sasekuqaleni, akhululeke esimweni sikaSathane esikhohlakele nasekuyengweni nguSathane.