3.1.18

UNkulunkulu Uqobo Lwakhe, Oyingqayizivele I

UNkulunkulu uSomandla,ukumazi uNkulunkulu,intando kaNkulunkulu

Igunya likaNkulunkulu (I)

Izinhlanganyelo zami eziningana ezedlule bezimayelana nomsebenzi kaNkulunkulu, isimo sikaNkulunkulu, kanye noNkulunkulu uqobo Lwakhe. Emuva kokuzwa lezi zinhlanganyelo ngabe nizwa sengathi nizuze ukuqonda nolwazi ngesimo sikaNkulunkulu? Ingabe ukuqonda nolwazi okukhulu kangakanani? Ingabe ningaba nesibalo salokho? Ingabe lezi zinhlanganyelo zininikile ukuqonda okujulile ngoNkulunkulu? Kungashiwo ukuthi lokhu kuqonda kuwulwazi oluyiqiniso ngoNkulunkulu?

2.1.18

Zilandelwa kanjani izinyathelo zikaNkulunkulu

 
I

Njengoba sifuna izinyathelo zikaNkulunkulu,
kumele sifune intando Yakhe,
Sifune amazwi nokukhuluma Kwakhe.
Ngokuba lapho kunamazwi amasha Akhe,
kunephimbo Lakhe;
lapho kunezinyathelo Zakhe,
kunemisebenzi Yakhe,
Lapho kunokuzwakalisa Kwakhe
Kunokuvela Kwakhe,
Futhi lapho kunokuvela Kwakhe,
Kuneqiniso, nendlela, nokuphila.

Isahluko 31

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,izwi likaNkulunkulu

  Angikaze ngibe nayo indawo ezinhliziyweni zabantu. Uma ngibafuna ngeqiniso abantu, bavala amehlo bafifiyele bangazinaki izenzo Zami, kungathi konke engikwenzayo kuwumzamo wokubajabulisa, umphumela walapho kube ukuhlaziseka njalo yizenzo Zami.

Isahluko 30

Kubantu, ngike ngaqoqa ngamafushane ukungahloniphi kanye nobuntekenteke bomuntu, ngalokho ngabuqonda ubuntekenteke bomuntu ngaphinda ngakwazi ukungalaleli kwakhe. Ngaphambi kokufika Kwami kubantu, ngase ngaziqonda kudala izinjabulo kanye nezinsizi zomuntu—kanti ngenxa yalokhu, ngiyakwazi ukwenza lokho umuntu angakwazi ukukwenza, nokusho lokho umuntu angakwazi ukukusho, futhi ngikwenza kalula.

1.1.18

Iqiniso Langaphakathi Lomsebenzi Wokunqoba (2)

Nanivame ukufuna ukubusa njengamakhosi, kanti nanamhlanje anikakuyeki lokhu ngokuphelele; nisafisa ukubusa njengamakhosi, ukuphakamisa amazulu nisekele umhlaba. Manje, ake ucabange ngakho: Ingabe ninazo lezo zimfanelo? Ngabe anikhombisi yini ukungabi nangqondo?

Do Heeyoun: Guard Against CCP Blaming The Church of Almighty God for Invented Incidents of Extremism



The Chinese Communist government has long been known for its suppression and persecution of religious beliefs. Recently, the CCP has not hesitated in creating incidents abroad to frame and discredit The Church of Almighty God. Do Heeyoun, a human rights activist in South Korea, comments on this: "Malicious smearing is a common communist tactic. It's what the Chinese Communist Party relies on to survive.It's one of their ways of doing things." He also emphasizes that the CCP is very likely to fabricate more incidents with more extreme measures in order to suppress and persecute The Church of Almighty God, thereby sowing public distrust of the church and impeding the asylum applications of the church's Christians. This is a matter of urgency that needs to be dealt with.




Ukuhunyushwa Kwezwi Lesishiyagalolunye

  Emicabangweni yabantu, uNkulunkulu unguNkulunkulu, umuntu ungumuntu. UNkulunkulu akakhulumi ulimi lwabantu, nomuntu akakhulumi ulimi lukaNkulunkulu, futhi kuNkulunkulu izinto ezilindelwe ngumuntu Kuye zilula kakhulu, kanti okufunwa nguNkulunkulu akunakwenzeka futhi akucabangeki kumuntu.Iqiniso, kodwa, lehlukile kulokhu: uNkulunkulu ufuna kuphela u-“0.1 phesenti” kumuntu. Lokhu akwethusi nje kuphela kubantu, kodwa kubenza bazizwe bedideke kakhulu, kube sengathi bantanta olwandle.