Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula ukubuya kweNkosi uJesu okwesibili. Bonisa konke okuthunyelwe

9.7.19

Umsuka Nentuthuko YeBandla LikaNkulunkulu USomandla

UNkulunkulu uSomandla,IBandla LikaNkulunkulu USomandla

ENkathini Yomusa, iNkosi uJesu yathembisa abalandeli Bayo, “Ngiyonilungisela indawo. Futhi uma ngihamba ngiyonilungisela indawo, ngizophinde ngibuye, futhi nginamukele kimi; ukuze lapho ngikhona, nibe khona nani.” (Johane 14:3) Waphinda waprofetha, “Njengombani ovela empumalanga okhanya ngisho nasentshonalanga, kuzoba njalo nokuza kweNdodana yomuntu” (Mathewu 24:27). Ezinsukwini zokugcina, njengoba kwathenjiswa futhi kwabikezelwa Nguye uNkulunkulu usephinde waba yinyama futhi wehlela eMpumalanga yomhlaba—eShayina—ukwenza umsebenzi wokwahlulela, ukusola, ukunqoba nokusindisa esebenzisa izwi, esisekelweni somsebenzi wokuhlenga weNkosi uJesu.

2.11.18

1. Kungani uNkulunkulu ebizwa ngamagama ahlukene nangezinkathi ezihlukene? Yini ukubaluleka kwamagama kaNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,uJesu,Jehovah

Amazwi KaNkulunkulu Abalulekile:

Kufanele wazi ukuthi uNkulunkulu wayengenalo igama ekuqaleni. Wathatha nje igama elilodwa, amabili noma amaningi ngenxa yokuthi kunomsebenzi okwakufanele awenze futhi kwakufanele aphathe isintu. Noma ngabe yiliphi igama abizwa ngalo—ingabe akazikhethelanga lona? Ingabe ubengadinga wena—omunye wezidalwa Zakhe—ukuba ulinqume?

1.8.18

10. Kungani kungokubhekana kanye nokuthobela umsebenzi kaNkulunkulu esimweni somuntu ukuba umuntu azi uNkulunkulu?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla,ukulalela uNkulunkulu,yazi uNkulunkulu

  Izikhombo Zamavesi EBhayibheli:

  “Futhi uLizwi waba inyama, wahlala phakathi kwethu, (futhi sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise,) egcwele umusa neqiniso” (Johane 1:14).

  Mina ngiyindlela, iqiniso nokuphila: akekho oza kuBaba, ngaphandle kwami” (Johane 14:6).