Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iziprofetho zeBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula iziprofetho zeBhayibheli. Bonisa konke okuthunyelwe

19.12.19

Mayelana NeBhayibheli (1)

iBhayibheli

Kufanele silithathe kanjani iBhayibheli ekukholweni kuNkulunkulu? Lo umbuzo omayelana nomyalo. Kungani sixoxisana ngalo mbuzo? Yingoba esikhathini esizayo uyosabalalisa ivangeli futhi wandise umsebenzi weNkathi Yombuso, futhi akwanele ukumane wazi ukukhuluma ngomsebenzi kaNkulunkulu namhlanje. Ukuze wandise umsebenzi Wakhe, kubaluleke kakhulu ukuthi ukwazi ukuxazulula imibono yabantu emidala ngokholo kanye nezindlela ezindala zokholo, futhi ubashiye bekholiseke ngokuphelele—ukufika kuleso sigaba kudinga iBhayibheli.