Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Ukulunga. Bonisa konke okuthunyelwe

11.7.18

26. UMoya oNgcwele Usebenza Ngendlela Enemigomo

UQin Shuting edolobheni laseLinyi, esiFundazweni saseShandong 

  Esikhathini eside, yize noma ngangingayekanga ukudla nokuphuza amanzi kaNkulunkulu, kodwa ngangingakaze ngikuzwe ukukhanya. Ngangiye ngakhuleka kuNkulunkulu ngikhulekela lokhu kodwa, kamuva, ngangingakakhanyiseleki. Ngakho ngacabanga, “Ngidlile futhi ngaphuza lokho obekufanele futhi uNkulunkulu akangikhanyiseli.