Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Jesu. Bonisa konke okuthunyelwe
Kuboniswa okuthunyelwe okunelebula Jesu. Bonisa konke okuthunyelwe

7.1.18

Isahluko 10

Ngesikhathi sokwakhiwa kwebandla, uNkulunkulu wayethuka nje ekhuluma ngokwakhiwa kombuso. Nalapho ekhuluma ngakho, wayekwenza ngolimi lwesikhathi sokwakhiwa kwebandla. Lapho kufika iNkathi Yombuso uNkulunkulu waziyeka ezinye izindlela nezindaba zesikhathi sokwakhiwa kwebandla futhi akaphindanga wakhuluma ngisho izwi elilodwa ngakho. Lokhu yikho kanye okuwumqondo obalulekile “kaNkulunkulu Uqobo” ohlala emusha futhi ongagugi.