23.12.18

UNkulunkulu Ufuna inhliziyo Yomuntu Yangempela

Amahubo Amazwi KaNkulunkulu |  "UNkulunkulu Ufuna inhliziyo Yomuntu Yangempela"

I

Abantu namuhla abamenzi gugu uNkulunkulu.

Akanandawo ezinhliziyweni zabo.

Ezinsukwini ezizayo, izinsuku zokuhlupheka,

ingabe bangakhombisa uthando lwangempela, bangakhombisa uthando lwangempela Lwakhe?

Ngabe izenzo zikaNkulunkulu azikulungele ukukhokhelwa?

Kungani umuntu engamniki inhliziyo yakhe?

Kungani umuntu egodla inhliziyo yakhe, engazimiseli ukuyikhulula?

Ngabe inhliziyo yomuntu iyakwazi ukuqinisekisa injabulo nokuthula?

II

Ukulunga komuntu akunasimo.

Akunakuthinteka noma kubonakale.

Emizimbeni yabantu, ingxenye eyigugu

kakhulu

yinto efunwa nguNkulunkulu, leyo yinhliziyo eyigugu yomuntu.

Ngabe izenzo zikaNkulunkulu azikulungele ukukhokhelwa?

Kungani umuntu engamniki inhliziyo yakhe?

Kungani umuntu egodla inhliziyo yakhe, engazimiseli ukuyikhulula?

Ngabe inhliziyo yomuntu iyakwazi ukuqinisekisa injabulo nokuthula?

III

Kungani lapho uNkulunkulu ecela izinto kubantu,

baphonse inhlabathi egcwele izandla Kuye?

Ngabe lokhu kuyicebo lomuntu elihlakaniphile?

Ngabe izenzo zikaNkulunkulu azikulungele ukukhokhelwa?

Kungani umuntu engamniki inhliziyo yakhe?

Kungani umuntu egodla inhliziyo yakhe, engazimiseli ukuyikhulula?

Ngabe inhliziyo yomuntu iyakwazi ukuqinisekisa injabulo nokuthula?

Ngabe inhliziyo yomuntu iyakwazi ukuqinisekisa injabulo nokuthula?

ithathwe kwethi “Izwi Lamashumi Amathathu Nesithupha” laMazwi KaNkulunkulu Emhlabeni Uwonkana kwethi Izwi Livela Lisenyameni

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Awekho amazwana:

Thumela amazwana