Amahubo Amazwi KaNkulunkulu | "Izinguquko Zesimo Azehlukaniseki Nomsebenzi KaMoya ONgcwele"
I
Umsebenzi nobukhona bukaMoya oNgcwele
kunquma ukuthi ufuna ngobuqotho yini,
hhayi ukwahlulela abanye, noma imibono yabanye.
Kodwa ngaphezu kwalokhu, okunquma ubuqotho bakho,
ngokuhamba kwesikhathi, ukuthi umsebenzi kaMoya oNgcwele
uyakuguqula futhi ukwenza wazi uNkulunkulu yini.
Ngomsebenzi kaMoya oNgcwele, isimo sakho siyoguquka,
umbono wakho ngokholo uyoba msulwa.
Uguquko lusho ukuthi uMoya oNgcwele uyasebenza,
kungakhathaleki ukuthi usumlandele isikhathi eside kangakanani.
II
Uma kungenaluguquko kuwe, ngakho kukhombisa
ukuthi uMoya oNgcwele akasebenzi kuwe.
Ngisho wenza umsebenzi, uwenzela ukuzuza isibusiso.
Ukuthukela wenza umsebenzi
akusho ukuguquka kwesimo.
Abenzi bomsebenzi bayobhujiswa
ngoba umbuso awubadingi.
Umbuso awubadingi abangaguqukile
ukuba basebenzele abathembekile nabaphelelisiwe.
Ngomsebenzi kaMoya oNgcwele, isimo sakho siyoguquka,
umbono wakho ngokholo uyoba msulwa.
Uguquko lusho ukuthi uMoya oNgcwele uyasebenza,
kungakhathaleki ukuthi ulandele Yena isikhathi eside kangakanani, ulandele Yena.
Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla
Awekho amazwana:
Thumela amazwana