1.10.18

UNkulunkulu Uyisiqalo Nesiphetho

Kungani uNkulunkulu eba yinyama? Iyini inhloso Yakhe kulokhu?

Ukwenza inkathi endala iphele bese kuqala inkathi entsha.

NjengeSiqalo neSiphetho, UNkulunkulu uqobo uqala umsebenzi Wakhe, aphethe inkathi endala.

Kufakazela ukuthi umnqobile uSathane nezwe.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

Njalo uma uNkulunkulu esebenza enyameni, impi entsha iyaqala.

Ngaphandle komsebenzi omusha kaNkulunkulu, okudala ngeke kuphele.

Futhi iqiniso lokuthi umsebenzi omdala awukapheli

kukhombisa ukuthi impi noSathane ayikapheli.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

Kulapho kuphela uNkulunkulu uqobo eza ezokwenza umsebenzi omusha

ukuthi isintu singagqashula ekuqondisweni uSathane.

Ukube uNkulunkulu akezanga ukuzosebenza, kwakungebe khona isiqalo esisha, impilo entsha.

Umuntu ubeyohlala enkathini endala ngaphansi kwesandla sikaSathane

Ngenkathi ngayinye eholwa nguNkulunkulu, ingxenye yomuntu iyakhululwa.

Umsebenzi kaNkulunkulu ubayisa enkathini entsha lapho bekhululeke khona.

Ngenkathi ngayinye eholwa uNkulunkulu, ingxenye yomuntu iyakhululwa

Bonke abalandela uNkulunkulu bayahlanganyela ekunqobeni Kwakhe.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

ISiqalo neSiphetho singuNkulunkulu. UnguMtshali noMvuni.

Umthombo: IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Awekho amazwana:

Thumela amazwana