27.5.18

Best South African Gospel Music "Kuyinjabulo Ukuba Umuntu Oqotho"

Ukuqonda iqiniso kukhulula umoya womuntu kumenze ajabule.
Iqiniso lelo!
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Singaba kanjani nokungabaza?
Anginakho ukuphika, angihlehli emuva, angiphelelwa yithemba.
Buka!
Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama.
Angimubi, futhi!
Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho.
Ngempela?
Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu. (Yebo, lokho kulungile!)
Ngiyalenza iqiniso, ngilalele uNkulunkulu, ngizame ukuba umuntu oqotho.
Kwakuhle!
Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni.
Kuhle kakhulu!
Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo.
Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle.
Owokuqala,
Owesibili,
Owesithathu,
sonke singabangani beqiniso.
Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu. (Umndeni!)
Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu.
Hlabelelani! Nidanse!
Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho!
Kuyinjabulo ukuba ngumuntu oqotho!
Ukuba ngumuntu oqotho impela kuyajabulisa!

(Umuntu obusisekile!)
Ngigcwele ukuzethemba ezwini likaNkulunkulu futhi anginakho ukungabaza.
Siyawuqonda umbono!
(Kuhle kangaka ukuqonda iqiniso!)
Ngiqhuba umsebenzi wami ngenhliziyo yami yonke nangengqondo futhi anginakho ukukhathazeka ngenyama.
Siphila njengabantu!
Noma izinga lami lokuphila liphansi, nginenhliziyo eqotho.
Yebo, inhliziyo eqotho iyigugu!
Ngizibophezele ngokuphelele kuzo zonke izinto ukuze ngenelise intando kaNkulunkulu.
Ngabe lena akuyona indlela yokuhanjwa?
(UNkulunkulu akafuni okuningi kithina.)
Ngivulelekile futhi ngiqotho, anginankohliso, ngiphila ekukhanyeni.
Nika inkazimulo kuNkulunkulu!
Bantu abaqotho, wozani ngokushesha, sivulelane izinhliziyo.
Akekho ozonda abantu abaqotho, angithi?
Nonke bantu enithanda uNkulunkulu, wozani nihlanganyele nathi njengabangani abahle.
Abantu abakhohlisayo bayanyanyisa! Ewu!
Bonke abantu abathanda iqiniso bangabafowethu nodadewethu.
Bantu abajabulile, wozani nihlabelele nidanse nidumise uNkulunkulu.
Abantu abaqotho kuphela abanenjabulo yeqiniso. (Injabulo yeqiniso!)

Khetha kulokhu: Landela iWundlu Nihlabelele Izihlabelelo Ezintsha

Unyazi LwaseMpumalanga, iBandla likaNkulunkulu uSomandla lasungulwa ngenxa yokuvela nomsebenzi kaNkulunkulu uSomandla, ukubuya kwesibili kweNkosi uJesu, uKristu wezinsuku zokugcina. Lakhiwe yibo bonke labo abawamukelayo umsebenzi kaNkulunkulu uSomandlaezinsukwini zokugcina futhi banqotshwa basindiswa ngamazwi Akhe. Lasungulwa ngokuphelele nguNkulunkulu uSomandla ngokwakhe futhi liholwa Nguye njengoMalusi. Nakanjani, alisungulwanga umuntu. UKristu uyiqiniso, indlela, nokuphila.Izimvu zikaNkulunkulu ziyalizwa iphimbo likaNkulunkulu. Uma nje uhlala ufunda amazwi kaNkulunkulu uSomandla, uzobona ukuba uNkulunkulu usevelileuNkulunkulu

Awekho amazwana:

Thumela amazwana