22.11.18
UNkulunkulu Ulethe Inkazimulo Yakhe EMpumalanga
I
UNkulunkulu
unike inkazimulo yakhe ku-Israyeli
wase eyisusa,
eletha u-Israyeli nabantu bonke eMpumalanga.
UNkulunkulu usebaholele bonke ekukhanyeni
ukuze babumbane futhi bahlangane nokukhanya,
bengasadingi ukufuna ukukhanya.
Funda kabanzi »
21.11.18
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"
Ihubo Lamazwi kaNkulunkulu "Indlela Olubaluleke Ngayo Uthando LukaNkulunkulu Lomuntu"
Isithombe esidwetshwe eBhayibhelini “Umyalelo kaNkulunkulu ku-Adam”
sithinta futhi sifudumalise inhliziyo.
Yize isithombe siqukethe uNkulunkulu nomuntu kuphela,
ubudlelwano obuphakathi kwalaba bobabili busondelene kakhulu
siqala ukufikelwa ukumangala, ukumangala nothando.
Funda kabanzi »
20.11.18
Gospel Movie Clip“Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” – Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma
Gospel Movie Clip“Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” – Ukuphakama Nokuwa Kombuso WamaRoma
UMbuso wamaRoma omdala usungulelwa
ukuthi kusabalale ubuKristu. Uyachuma nobuKristu buyinkolo yombuso wawo. Bese ubhidlika ngenxa yokuhlupha kwawo amaKristu. …. Buka lesi siqephu sebhayisikobho yobuKristu ukuze uthole izizathu eziyimbangela yokuphakama nokuwa koMbuso wamaRoma.
Funda kabanzi »
19.11.18
Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili
Amahubo
Amazwi KaNkulunkulu | "Umsebenzi KaNkulunkulu Uqhubekela Phambili"
I
Umsebenzi kaNkulunkulu uqhubekela phambili;
Nakuba inhloso isele ingaguqukile,
indlela yomsebenzi Wakhe ilokhu iguquka,
futhi kuba njalo nakulabo abamlandelayo.
Ukwanda komsebenzi owenziwa nguNkulunkulu,
kwandisa ukwazi kumuntu, amazi ngokuphelele,
kwande ukuguquka kwesimo somuntu
ngokuhambisana nomsebenzi Wakhe.
Funda kabanzi »
18.11.18
South African Gospel Music “Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” (Zulu Subtitles)
South African Gospel Music
“Incazelo Yangempela Yokukholwa KuNkulunkulu” (Zulu Subtitles)
I
Abantu abaningi kakhulu bayakholwa, kodwa bambalwa kakhulu abaqondayo ukuthi ukholo kuNkulunkulu lusho ukuthini ngempela,
yini okufanele bayenze ukuze benze ngokuvumelana nenhliziyo kaNkulunkulu.
Abaningi bayalazi igama elithi “Nkulunkulu,” bayayazi imishwana enjengethi “umsebenzi kaNkulunkulu,”
kodwa abamazi Yena, nalokho akwenzayo ngempela.
Akumangalisi ukuthi ukholo lwabo lungubumpumputhe.
Funda kabanzi »
17.11.18
Okuqondene Nabo Bonke Abenza Umsebenzi Wabo
Esimweni samanje, wonke umuntu omthanda ngeqiniso
uNkulunkulu
unethuba lokulungiswa NguYe. Akusho lutho ukuthi basemusha noma bamdala, inqobo uma ezinhliziyweni zabo belalela uNkulunkulu futhi bemhlonipha, yeNa uzokwazi ukubalungisa. UNkulunkulu uphelelisa abantu ngokwemisebenzi yabo ehlukahlukene.
Inqobo uma usebenzise amandla akho wonke futhi wazithoba emsebenzini kaNkulunkulu uzokwazi ukupheleliswa nguYe. Njengamanje akekho noyedwa phakathi kwenu olungile.
Funda kabanzi »
16.11.18
6. Umsebenzi Waloluhlobo Awumuhle Neze
UDing Ning waseDolobheni laseHeze, esifundeni saseShadong
Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ibandla belihlele ushintsho emsebenzini wami. Njengoba ngathola lo msebenzi omusha, ngangicabanga ukuthi “ngidinga ukuthatha leli thuba lokugcina lokubiza umhlangano nabafowethu kanye nodadewethu, ngikhulume nabo kucace ngezindaba, futhi ngibashiye nesithombe esihle.”Ngakho-ke, ngahlangana namadikoni ambalwa, futhi ngasekupheleni kwesikhathi sindawonye, ngathi, “Ngicelwe ukuba ngihambe lapha ngiye komunye umsebenzi ohlukile.
Funda kabanzi »
Amaposi amasha kakhudlwana
Amaposi amadala
Ekhaya
Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)