16.11.18

6. Umsebenzi Waloluhlobo Awumuhle Neze

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

UDing Ning waseDolobheni laseHeze, esifundeni saseShadong

Ezinsukwini ezimbalwa ezedlule, ibandla belihlele ushintsho emsebenzini wami. Njengoba ngathola lo msebenzi omusha, ngangicabanga ukuthi “ngidinga ukuthatha leli thuba lokugcina lokubiza umhlangano nabafowethu kanye nodadewethu, ngikhulume nabo kucace ngezindaba, futhi ngibashiye nesithombe esihle.”Ngakho-ke, ngahlangana namadikoni ambalwa, futhi ngasekupheleni kwesikhathi sindawonye, ngathi, “Ngicelwe ukuba ngihambe lapha ngiye komunye umsebenzi ohlukile.

15.11.18

The Lord Is in China | Praise the Salvation of the Incarnate God | “Gospel Choir 16th Performance”


Songs Of Choir
1. The Essentiality of God’s Incarnation
2. God Descends With Judgment

1. The Essentiality of God’s Incarnation
The flesh of man has been corrupted by Satan, and most deeply blinded, and profoundly harmed.

14.11.18

Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni (Zulu Subs)


South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwezinto Zonke Ezulwini Nasemhlabeni (Zulu Subs)

Isintu besilokhu sifuna lezi zimpendulo iminyaka eyizinkulungwane ezimbalwa: kwenzeka kanjani ukuthi imihlaba esemkhathini iqhubeke ngokuhleleka okuphelele kangaka? Kungani zonke izinto eziphilayo zihlale zihamba ngokuzungeza zilandela imithetho engaguquki?

13.11.18

UNkulunkulu Usindisa Isintu Ngokuphelele Ngokwahlulela Nokusola

UNkulunkulu uze ukuzosebenza emhlabeni ukuze asindise isintu esikhohlakele.

Ukusindisa okwedlule kwase kuqeda uthando nomusa Wakhe,

uzinikela kuSathane endaweni yaso sonke isintu.

12.11.18

Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)


Gospel Choir | "Abantu Baphinde Babuyela Esimweni Sobungcwele Abake baba Naso" (Zulu Subtitles)

I
Amazwi Akhe engena ekujuleni, uNkulunkulu ubheka umhlaba.
Indalo yonke yenziwe kabusha ezwini likaNkulunkulu.
Izulu liyaguquka, umhlaba ngokunjalo, umuntu uyaziveza ubunjalo bakhe.

11.11.18

Zulu Gospel Video "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu


South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - Okuqoshiwe Ngomsebenzi KaNkulunkulu Wokudala Umhlaba Nokuhola Nokuhlenga Isintu

Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu adala ngayo umhlaba? Uyafuna ukwazi indlela uNkulunkulu ahole ngayo isintu isinyathelo ngesinyathelo kwaze kwaba namuhla?

10.11.18

Zulu Gospel Video "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke


South African Gospel Music "Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke" - UNkulunkulu Uphethe Ubukhosi Phezu Kwesimiselo Sawo Onke Amazwe Nabantu Bonke

UMbuso wamaRoma wasendulo noMbuso wamaNgisi yachuma futhi yaba namandla ngokushesha yase futhi iphenduka iya ekuweni nasencithakalweni. Manje, iMelika seyiphenduke izwe lomhlaba elinamandla amakhulukazi ngokungephikwe futhi lineqhaza lokuzinzisa isimo somhlaba.