I
Umsebenzi kaNkulunkulu ekwahluleleni awuwona,
amagama amabili namathathu, ukucacisa indalo yomuntu,
kodw’uyembula, ukusebenza ngaye kancane kancane.
Le ndlela yokuphathwa ngeke iguqulwe ngamazwi nje,
kodwa ngeqiniso, elidlul’ububanzi bomuntu.
Umsebenzi onje kuphela osho ukwahlulela;
yilokhu kwahlulela okungenza umuntu alalele uNkulunkulu ngobuyena obuphelele,
bese efinyelela ekumazini Yena.