1.
Umuntu uhambe noNkulunkulu, eminyakeni yonke nasezikhathini,
engazi ukuthi uNkulunkulu unquma ngesiphelo sakho konke okuphilayo,
engazi ukuthi uNkulunkulu uhlela kanjani zonke izinto nokuthi uzilawula kanjani.
10.10.18
9.10.18
Ezinsukwini Zokugcina UNkulunkulu Wenza Kakhulu Umsebenzi Wezwi
I
UNkulunkulu osesimweni somuntu wezinsuku zokugcina
uqeda iNkathi Yomusa akhulume amazwi aphelelisayo futhi akhanyiselayo,
amazwi asusa imicabango engacacile ngoNkulunkulu enhliziyweni yomuntu.

8.10.18
Izwi Lamashumi Amane Nesishiyagalolunye
Ukuze kube nokusebenza ngokuhambisana, umuntu kufanele axhume ngokufanele, nokuthi abe nomdlandla nokucaca. Ngaphezu kwalokho, kufanele abe nomfutho, amandla, futhi achichime ukuzethemba, ukuze abanye bahlinzekwe futhi basuthe. Ukuze ungisebenzele kufanele usebenze njengokuhlosa Kwami, hhayi kuphela ngokulandela inhliziyo Yami, kodwa ngaphezu kwalokho ngokwanelisa izinhloso Zami, ukuze nganeliswe yilokho engikufezayo kuwe.
7.10.18
Ukunyakaza Komsebenzi kaNkulunkulu Emhlabeni
Abantu emhlabeni bayozinikela kuNkulunkulu, belalela njengezingelosi,
akunasifiso sokuphikisa nokuhlubuka; lo ngumsebenzi kaNkulunkulu emhlabeni wonke.
I
UNkulunkulu usebe nomuntu iminyaka, akekho oke wabona,
akekho oseke wamazi; manje amazwi kaNkulunkulu abatshela ukuthi ulapha.

6.10.18
Umqondo Ongaphakathi Womsebenzi Wokunqoba
I
Umqondo ongaphakathi wokunqotshwa komuntu ukubuyela kuMdali.
Kungokomuntu ukufulathela uSathane bese ephendukela ngokugcwele kuNkulunkulu.
Lokhu ukusindiswa okugcwele komuntu. Ukunqotshwa kuyimpi yokugcina.

5.10.18
Umsebenzi KaNkulunkulu Omningi Ufezwa Ngezwi LikaNkulunkulu
I
Emva kokubona isikhashana, uma wazi umsebenzi kaNkulunkulu nesinyathelo Sakhe ngasinye,
futhi ukwazi lokho okufezwa yizwi Lakhe nokuthi kungani okuningi kangaka kungagcwalisiwe;
uma unombono ocacile, ulwazi oluphelele lwakho konke lokhu,
ungayithatha ngesibindi indlela ephambi kwakho, ngaphandle kokukhathazeka noma ukungakhululeki.

4.10.18
Imiphumela Yomsebenzi KaNkulunkulu Ezinsukwini Zokugcina Ifezwa Ngezwi
Imiphumela yomsebenzi kaNkulunkulu ezinsukwini zokugcina
ifezwa ngezwi, ngezwi.
Izwi lisiza umuntu ukuba aqonde izimfihlakalo
nomsebenzi kaNkulunkulu emlandweni wonke.

Bhalisa ku:
Okuthunyelwe (Atom)