5.5.18

Isahluko 20

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ingcebo yekhaya Lami ingelinganiswe futhi ijulile kakhulu, kodwa umuntu akakaze eze Kimi ukuzoyithokozela. Akakwazi ukuyithokozela ngokwakhe, noma ukuzivikela ngemizamo yakhe; kunalokho, ulokhu ebeka ithemba lakhe kwabanye. Kubo bonke laba engibabhekile, akekho oke wangifuna ngenhloso nangokuthe nse. Bonke beza phambi Kwami ngokugqugquzelwa abanye, belandela iningi, futhi bengazimisele ukukhokha inani noma bachithe isikhathi sabo benza ngcono izimpilo zabo.

4.5.18

Massimo Introvigne | Part 2 : Analyzing the CCP’s Rumors Against The Church of Almighty God




As is well known, the Chinese Communist Party (CCP) seized power through lies and violence, and it relies on lies and violence to maintain its power. The CCP’s rule is nothing but lies, violence, and murder. The CCP propagates atheism, regarding religion as the spiritual opium of the people.

Isahluko 17

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Izwi Lami likhala njengokuduma kwezulu, likhanyise amagumbi omane nomhlaba wonke, phakathi kokuduma kwezulu nokushaya konyazi, umuntu uqumbeka phansi. Akekho umuntu oke wema wanganyakaziseka uma kuduma izulu kushaya nombani: Abantu abaningi bayesaba baqhaqhazele uma kuza ukukhanya Kwami bangazi ukuthi benzeni. Uma kuqala kuvela ukukhanya eMpumalanga, abantu abaningi, ngokuvuswa ukuvela kokukhanya bese ngokushesha beyavuka ekudidekeni kwabo.

3.5.18

ISHR Annual Meeting Spotlights Persecution of Religious Belief in China



In Recent years, the situation of the religious freedom in China has been worsening. More and more Christians have been forced to flee to other countries to seek political asylum because of being unable to bear the CCP government’s persecution. As the true facts of their persecution by the CCP are gradually being known by the world, some international human rights organizations start to give them attention and appeal for their status.

Isahluko 8

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Uma izambulo Zami sezifinyelela esicongweni, nalapho ukwahlulela Kwami kuya ngasemaphethelweni, kuzoba khona isikhathi lapho abantu Bami bonke beyokwambulwa futhi bagcwaliswe. Izinyathelo Zami zihamba kuwo wonke amagumbi omhlaba ngoba zifuna ngokungaphezi labo abafuna inhliziyo Yami uqobo futhi abafanelwe ukusetshenziswa Yimi. Ubani ongama ngezinyawo asebenzisane Nami?

2.5.18

Ibika Ledokhumentari ethi “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” | Ukuhlola Umhlaba Kanye Nezulu




Esibhakabhakeni esibanzi esigcwele izinkanyezi, imihlaba iyangqubuzana, nochungechunge lwezigameko eziningi luzala imihlaba emisha…. Inqwaba yezinto zasezulwini ezisemkhathini zonke zisebenza ngokuzwana – ziqondiswa ngubani? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula amaqiniso angempela maduze!

Ibika Ledokhumentari ethi “Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke” Imibono Evezwayo Ngenhlekelele




Abantu abaningi bacabanga ukuthi isimiselo sabo sisezandleni zabo. Kodwa lapho kufika inhlekelele, konke esikuzwayo ukungabi namandla, uvalo, nokwesaba okukhulu, bese sizwa ukungabi yilutho kwesintu nobuthaka bokuphila…. Ngubani okuwuye yedwa oyinsindiso yethu? Idokhumentari yobuKristu enomculo—Lowo Ophethe Ubukhosi Phezu Kwakho Konke—izokwembula impendulo maduze!