24.4.18

Who Is My Lord? | Christian Short Film “The Three Self Church Is My Umbrella”



Who Is My Lord? | Christian Short Film “The Three Self Church Is My Umbrella”
One time, the Chinese Communist government captured many Christians of the Church of Almighty God from a particular location late at night. This matter caused a huge commotion locally.

23.4.18

MUSICAL DOCUMENTARY "AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu " coming soon to reveal the mysteries of human life



AmaJuda Eya Ekudingisweni Kwelinye Izwe Kanye Nokusabalaliswa Kwevangeli Lombuso Wezulu

Ngo-70 A.D., iminyaka engamashumi amathathu nesikhombisa emva kokuvuka nokwenyukela ezulwini kweNkosi uJesu, impi yamaRoma yathumba iJerusalema. Futhi abafuduki bamaJuda bazula emhlabeni emva kokukhishwa ezweni lakwa-Israyeli. Noma babelahlekelwe yizwe labo, bahamba bephethe ivangeli leNkosi uJesu lombuso wezulu elalikade livaleleke eJudiya base belisabalalisa kuwo wonke amagumbi omhlaba.

22.4.18

MUSICAL DOCUMENTARY THE ONE WHO HOLDS SOVEREIGNTY OVER EVERYTHING Why Do We Live? And Why Do We Have to Die? coming soon to reveal the mysteries of human life



Siphilelani? Futhi Kungani Kufanele Sife?

Kuzo zonke izinkathi, bonke abantu balandele imithetho yokuphila efanayo; kusuka emagameni abo okuqala baze babe mpunga, bachitha izimpilo zabo zonke bephuthuma, ekugcineni baze baphenduke uthuli …

uNkulunkulu uthi: “Labo abafayo bahamba nezindaba zalabo abaphilayo, futhi labo abaphilayo baphinda lowo mlando ofanayo onosizi walabo asebefile. ”

MUSICAL DOCUMENTARY Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli coming soon to reveal the mysteries of human life



Isethembiso SikaNkulunkulu Kuma-Israyeli

Onyakeni wenkosi yethu, umntwana wesilisa wazalwa emkhombeni endaweni yezihambi eBethlehema laseJudiya. Izazi ezintathu zasempumalanga, ziholwa yinkanyezi eyayingakaze ibonakale ngaphambili, zeza endaweni okwakuzalelwe kuyo umntwana. Zamkhothamela ngokumkhonza. Lo mntwana kwakuyilowo owayethenjiswe nguNkulunkulu, owayezohola futhi akhulule ama-Israyeli emthethweni.

MUSICAL DOCUMENTARY UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe coming soon to reveal the mysteries of human life



UNkulunkulu Uhola Ama-Israyeli Ewakhipha EGibhithe “Futhi uMose wayeselula isandla sakhe phezu kolwandle; iNKOSI yaphindisela emuva amanzi ngomoya onamandla wasempumalanga ubusuku bonke, yaphendula ulwandle lwaba ngumhlabathi owomileyo, amanzi ahlukana. Futhi abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo: futhi amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo” (Eksodusi 14:21-22).

20.4.18

Massimo Introvigne | Part 1 : How Chinese Regime Persecutes Christians—Lies and Violence


Massimo Introvigne | Part 1 : How Chinese Regime Persecutes Christians—Lies and Violence
As is well known, the Chinese Communist Party (CCP) seized power through lies and violence, and it relies on lies and violence to maintain its power. The CCP’s rule is nothing but lies, violence, and murder. The CCP propagates atheism, regarding religion as the spiritual opium of the people. Christians preach the gospel and witness for God to carry out God’s will, but the CCP condemns such righteous deeds as abandoning and breaking up their families, and arrests and imprisons Christians on various false charges.

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ngemva kokuba iqiniso lokuba yinyama kukaJesu libe khona, umuntu wayekholwa yilokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala. Abantu bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye. Bonke abantu banalo mbono othi: uNkulunkulu unguNkulunkulu oyedwa, kodwa owakhiwe yizingxenye ezintathu, lo mbono wabantu osugxilile uveza ukuthi kunoYise, iNdodana noMoya oNgcwele.