20.4.18

Massimo Introvigne | Part 1 : How Chinese Regime Persecutes Christians—Lies and Violence


Massimo Introvigne | Part 1 : How Chinese Regime Persecutes Christians—Lies and Violence
As is well known, the Chinese Communist Party (CCP) seized power through lies and violence, and it relies on lies and violence to maintain its power. The CCP’s rule is nothing but lies, violence, and murder. The CCP propagates atheism, regarding religion as the spiritual opium of the people. Christians preach the gospel and witness for God to carry out God’s will, but the CCP condemns such righteous deeds as abandoning and breaking up their families, and arrests and imprisons Christians on various false charges.

Ingabe UZiqu Zintathu Into Ekhona?

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Ngemva kokuba iqiniso lokuba yinyama kukaJesu libe khona, umuntu wayekholwa yilokhu: Ezulwini akukho kuphela uBaba, kodwa kuneNdodana, kanye noMoya imbala. Abantu bebelokhu bekholelwa, ukuthi kunalo Nkulunkulu ezulwini: uZiqu zintathu okunguYise, iNdodana, noMoya oNgcwele, bamunye. Bonke abantu banalo mbono othi: uNkulunkulu unguNkulunkulu oyedwa, kodwa owakhiwe yizingxenye ezintathu, lo mbono wabantu osugxilile uveza ukuthi kunoYise, iNdodana noMoya oNgcwele.

Izinto UPetru Abhekana Nazo: Ulwazi Lwakhe Ngokusolwa Nangokwahlulelwa

ukwahlulela,UPetru

Ngesikhathi uPetru esolwa uNkulunkulu, wathandaza, “O Nkulunkulu! Inyama yami ayilaleli futhi ungisolile wangahlulela. Ngiyajabula ngokusolwa nokwahlulelwa Nguwe, ngisho noma ungangidingi, ubungcwele bakho kanye nezindlela zakho zokulunga ngiyakubona ekwahluleleni Kwakho. Lapho ungahlulela ukuze abanye babone izindlela Zakho zokulunga ekwahluleleni Kwakho, ngiyeneliseka.

19.4.18

Rosita Šorytė: Asylum Should be Granted to Christian Refugees Based on Objective Information



Since the Chinese Communist Party (CCP) took power, it has never ceased in persecuting religious beliefs. The CCP has openly designated Christianity and Catholicism as cults, and the Bible as a cult book. Countless copies of it have been confiscated and burned. Since 1995, the CCP has included many house churches, including The Church of Almighty God (CAG), in cult lists and began its open repression and persecution.

18.4.18

Church Life Movie | ”Awoken” | How Christians Break Free From the Shackles of Fame and Status



Church Life Movie | ”Awoken” | How Christians Break Free From the Shackles of Fame and Status
Her name is Chen Xi, and since she was little the education and influence of her parents and her schooling made her always want to stand out from the crowd and seek to be above others, so she was diligent in her studies and would spare no effort.

Umuntu Okhohlakele Akakwazi Ukumela UNkulunkulu

IBandla LikaNkulunkulu USomandla

Umuntu ubelokhu ephila ngaphansi kwendwangu yethonya lobumnyama, eboshiwe ethonyeni likaSathane kungekho ukuphunyuka. Futhi isimo somuntu, emuva kokuguqulwa uSathane, siya ngokuya sikhula ekukhohlakaleni. Umuntu angathi umuntu yilokhu aphila nesimo sakhe senkohlakalo yobusathane, engakwazi ukuthanda uNkulunkulu ngokweqiniso. Njengoba kunje, uma umuntu efisa ukuthanda uNkulunkulu, kumele asuswe ukuzibona engolungileyo, ukuzibona ebalulekile, ukuzidla, ubuqha, nokunye okunjalo, konke okungokwesimo sikaSathane.

17.4.18

Church Life Movie | “The Way of Human Conduct” | The Judgement of God Saved Me | Eastern Lightning



Since a young age, Cheng Jianguang’s parents and teachers taught him that rules such as “Harmoniousness is a treasure, forbearance is a virtue,” “Keeping silent on the faults of good friends makes for a long and good friendship,” “Though you see wrong, it’s best to say little” were the touchstones for maintaining good relationships with other people.